Isono kukhala uMaDlamini ngodali wakhe osemziba ngenxa ngokudedela indaba yokuth bayalala

Пікірлер: 165

  • @KhanyiNcengwa-ml9wk
    @KhanyiNcengwa-ml9wk

    Uma nikholwa lento eshiwo umaDlamini ngembangi komele niyikholwe neyokuthi ufunda e DUT 🚶‍♀️🚶‍♀️🚶‍♀️nisile nina nikholwa okuthandwa yin okunye niyakuyeka.

  • @puraphikkie6138
    @puraphikkie6138

    Sbari ungabanaki laba abafuna ukumosha igama lakho.Qhubeka nokusiza frantol❤❤❤❤

  • @ManJay3220
    @ManJay3220

    Nani niyathanda ukubuza imibuzo enganidingi, uma belalana ningenaphi nina?

  • @user-mv3jt3yw6d
    @user-mv3jt3yw6d

    Hai man abalalani ai uyazikhulumela nje umandlamini

  • @josephsikhosana3713
    @josephsikhosana3713

    Kufuna avikelwe loma Dlamini kubantu abafana nawe ubuzani kubani ufuna kwenzekeni, uyabhidliza ukucabanga ngani nje lokho kumuntu odinga ukuthandwa wena uyabukisa wakha inzondo

  • @kubheka62
    @kubheka62

    Ayikho nje leyonto umaDlamini uyamuzwa nje ukuthi uyaphendula nje ngathi kwalento abuzwa ngayo akayiqondi, out of all uyanyanyisa nje nalobhuti owayebuza umaDlamini umbhedo nje akanangqondo lobhuti and angeke nje lomfana alale nomaDlamini uyamsiza nje kuphela and nguye yedwa ophathe kahle umaDlamini abanye bebenza ama jokes ngaye qha

  • @futhimavuso6473
    @futhimavuso6473

    Ngyamangala makukhona abantu abakholwa into eshiwo uMadlamini😢Imbangi yachaza nje ukuthi kungani ithande uMadlems, akukhona lokhu esenimcabangela khona

  • @pumeleledlamini8795
    @pumeleledlamini8795

    Uyabheda loma Dlamini......Nxaaaaa waze wazikhipha ke kuSbali.Naye lona wemibuzo I wonder he is going to Continue to Mantain umaDlamini Lifestyle if uSbari angaduba.Nxaaaa waze wangidina umaDlamini & uzozisola ngathi uSbari angamlahla.

  • @fikilesibongile3472
    @fikilesibongile3472

    Ayikho leyonto,akukho muntu olala noma Dlamin la seningaze nikholwe umbhedo lo

  • @NoziqhamoThatyana
    @NoziqhamoThatyana

    Abantu base Mzansi ngo thanda iindaba zabantu ezabo zibohlula,ukuba imbangi no madlamini benzani akufuni mntu, Madlamini ne Mbangi 🥰🥰🥰🥰🥰

  • @lindiwedlamshadebe6354
    @lindiwedlamshadebe6354

    Niyamkholwa nani uMaDlamini? Cha ngiyala ngoba uyamhlonipha nje uMaDlamini ubhuti lona umthatha njengo mama wakhe yekani nje ukumosha into enhle kangaka 💔💔😢

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523

    Phela Madlamini akaphelelanga ngeke ukholwe into ayishoyo

  • @josephsikhosana3713
    @josephsikhosana3713

    Uzama ukona lomaDlamini nalosihlobo sakhe yini lokubuza yena kanje ukhomba ukumnyanya wenza ububi phakathi kwakhe nalo Dali wakhe. Awulingi wena sathane

  • @makhithizikode3489
    @makhithizikode3489

    Ayi ayikho lento eshiwo ngumaDlamini uyamuzwa nje ukuthi ayihlangani inkulumo yakhe cha ayikho lento ayishoyo mina ngibonangathi akaqondi kwalento okukhulunywa ngayo😂😂😊

  • @noziphojezile4362
    @noziphojezile4362

    Nalobhuti uyamfuna umaDlamini ufuna ukutrender ngaye

  • @siyabonga6347
    @siyabonga6347

    Aybooo bafethu uMadlamini akayazi lento akhuluma ngayo hawwwu aysuka

  • @thalentemalucy2637
    @thalentemalucy2637

    It seems like some people are jealous ngesoka lamadlamini. Uyazidlalela umadlamin gyz 😂😂😂😂😂

  • @user-rz8kt9li8p
    @user-rz8kt9li8p

    😂uyazigulela Madlamini😅

  • @zandilemazet754
    @zandilemazet754

    Mawukuty lento iyiqiniso cha ngyaphika nam amanz noparaffin MaDlamn nesoka lakhe mncane kab lomfana mdala MaDlamn waychaza mfana kty syazdlalela zokonakala lento ngoba abantu bayaktthanda khuluma😂

  • @bafocarwash8825
    @bafocarwash8825

    Empilwen kunabantu abangathandi ukbona abanye bephumelele nje ngaloMxo.. Ngathy kuyomele bamthengele iphinifa