Isgaxa Ep4: Ngimithiswe Step Father besijola

Пікірлер: 129

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe766647 күн бұрын

    Yehenni ai Nkosi yami.. Lesizukulwane samanje esizozalwa.. Bantu bsmithiswa obaba Babo abanye mkhulu wabo.. Abanye bamithisa onkosikazi ba baba wabo.. Abanye bamithisa mfazi kamfowabo 😮 Hai isizukulwane Sama end times lesi.. Lembewu eniyilethayo amasosha obumnyama ngoma enzelwe esonweni esimbi.. Ukukhohlakala nge higher grade futhi ngama capital letters.. Liyabhubha, kazi yozala nkomoni? Umuntu sefana nezilwane ezilala noma nasiphi islwane esiseduze.. Shwele baba. 😮

  • @WisdomSibanda-tu5ye

    @WisdomSibanda-tu5ye

    5 күн бұрын

    Xxx generation 😂😂😂😂akdlalwa kdliwa konke

  • @user-ib8kd1il7i

    @user-ib8kd1il7i

    5 күн бұрын

    Eheni babazani bo sazalwa nabanye sofa nabanye

  • @user-dw9cw6wh7w

    @user-dw9cw6wh7w

    3 күн бұрын

    😂😂😂

  • @user-kk8qk6kz4i

    @user-kk8qk6kz4i

    11 сағат бұрын

    Ukungabibikho kwemfundiso zenkolo ezikoleni kuyimbangela enomthelela omkhulu kuneskhathi esidala

  • @QueenZan
    @QueenZan6 күн бұрын

    Uthi u stepfather umthinta sentimental 😂😂😂.

  • @nomaSokalisa

    @nomaSokalisa

    5 күн бұрын

    😂😂Liyabhubha

  • @gamafoxify
    @gamafoxify6 күн бұрын

    But ziningi izingane ezingakhuliswa ngoyise abazizalayo kodwa azenzi njengalengane. Lengane ikhohlakele nje, akukho okunye.

  • @user-mv9vc9dz7t
    @user-mv9vc9dz7t3 күн бұрын

    Amanyalaa njee wokukhulisa abantwana emiqashweni uphinde ufake amadoda uyisilima kakhulu umama wakho ntomboo Usezophela ukulalwa amadoda kanyoko Lento yakhee yokulalwa phambukwakhoo iphundulile

  • @sarahthato8445
    @sarahthato84452 күн бұрын

    This child is under age 😢this man must be arrested

  • @MissQ70
    @MissQ707 күн бұрын

    Mmmmm ay nkosiyami kunzima

  • @LungileThandeka-lj2fm
    @LungileThandeka-lj2fm7 күн бұрын

    Mbokodo akesiqaphele izingane zethu uyanda lomkhuba wezingane zethu ezijola namadoda ethu zijike zimithe 😮

  • @sibusisomvimbi844
    @sibusisomvimbi8447 күн бұрын

    Yheyi lembewu esikuyo kweli Lizwe esiphilakuyo. Uyazi abantwana bangoku abatsho xa umdala kubo. Ukuba ubona uthando Olunika umamakhe ukufaka phakathi nawe. (Watching the show in cape town thanks) Stepfather yinkunzi nesthembu

  • @Lokxion747
    @Lokxion7476 күн бұрын

    Ubufebe is on another LEVEL

  • @bennymgudie7762

    @bennymgudie7762

    6 күн бұрын

    😂😂😂😂😂😂buxakile

  • @xolanigcaba7875

    @xolanigcaba7875

    6 күн бұрын

    Sikhandiwe lesisu

  • @shemaneexpressdeliveriespt8869
    @shemaneexpressdeliveriespt88697 күн бұрын

    Ewu wakhuluma kahle ntombi ngale-part yabazali noku faka abantwana...

  • @patiencemthiyane4798
    @patiencemthiyane47986 күн бұрын

    Tshela Umama wakho..From there bazokhuluma bobabili njengabazali bakho. Ukuthi usaba ukumtshela kulate. Ubededengu babakuye, these days awuhlalisi ikati negundane. Lento kukhulunywa ngayo Zonke izinsuku izingane sezimithiswa obaba ongizalayo , step father, nomalume. Azisho futhi uzwa zithi nginamafeelings akhe. Konakele phandle. Abafana sekuyizinkonkoni. Ungcono ongenangane. I Headache yodwa. Khuluma iqiniso early lomfana angondli ingane okungeyona eyakhe. Ayingaze izalwe ethi eyakhe. Umfake ehlazweni esetshele abamaziyo nginengane. Kanti eyekhehla elinguyihlo.

  • @DanielMndeni
    @DanielMndeni7 күн бұрын

    Eyikunzima emhlabeni siphila eyinsukwini zokugcina

  • @phumigamede394
    @phumigamede3947 күн бұрын

    Bomama yekani ukuexposa izingane zenu emjolweni pls maan

  • @gamafoxify
    @gamafoxify7 күн бұрын

    Kulendaba bathathu abantu engibadabukelayo: umama wentombazane, yentombazane kanye nesoka layo ngokudlala isikhohlakali se-boyfriend kanina esifanelwe yisagila. Nentombazane ayiyeke isikhwele esingayi ndawo ngoba leli shende layo kumele liye ejele.😢

  • @user-xx8lh6cj3b
    @user-xx8lh6cj3b7 күн бұрын

    Inja lendoda period

  • @ZenzaminaSeminahMkhize
    @ZenzaminaSeminahMkhize7 күн бұрын

    sihlezi sibabaza izistep father nomalume umhlaba wonakele ulala kanjan nendoda yamawakho🚮

  • @khayesyathokoza2387
    @khayesyathokoza23872 күн бұрын

    Yey guyz kudlawa ngathi kufakwe idwedwe phansi kwejacket😅

  • @user-zi5tf4dy9q
    @user-zi5tf4dy9q7 күн бұрын

    Ukhohlakele wengane Uyisonakali somtwana stupid 😮

  • @user-tn9lo2cr5m
    @user-tn9lo2cr5m2 күн бұрын

    Yehen kodw nkulunkulu wam lengane uyamthanda u step father ayikh lent wuuuuuuu ,wen uze uqome u guy NJ othandan nonawakh yin kodwa fuseng haw😢 aysuka

  • @businzama6939
    @businzama69393 күн бұрын

    Aningcolile we jesu 🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️UBUFEBE

  • @mandla49
    @mandla496 күн бұрын

    Ukhuluma kahle usisi omncane uma ethi obaba abafunde ukuthanda izingane zabo. Uma ungubaba usuhlukene nomama wengane nakekela ingane yakho ukhokhe zonke izimfanelo zengane ukuze ibe ngakuwe ngokuphelele ngoba akukuhle ukuthi umama wengane ehambe eqoma nengane yentombazane.

  • @user-ri3ld7hp3k
    @user-ri3ld7hp3k2 күн бұрын

    Lendoda idla uhlanga nesikhwebu Kwaze kwakubike loku ngikuzwayo mmmm 😢😢

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu7 күн бұрын

    Uyahlaaaaanya awufuni thando kuyihlo 😂 uyisifeeeebe wena nx....... ngishongingumzali ngingakulahla ngingabona ukuth angizalanga

  • @SimangeleMajola
    @SimangeleMajola6 күн бұрын

    Mina I salute usiko olwaluthi thina esizalwe kungashadiwe masisale nogogo.... Mmmmmh kunzima

  • @user-dw9cw6wh7w
    @user-dw9cw6wh7w3 күн бұрын

    Ukhohlakele ntombazane uzom avoid kanjani uyazi taste yakhe, ubufebe bukwenye i level. Ayimdlwengulanga lendoda sisivumelwano😮😮😮😮😮

  • @bekekanxusani3388
    @bekekanxusani33883 күн бұрын

    Into enzima kwabantwana abadlwengulwa ziztep father's but bane feelings zotata bazo

  • @KhululiweMbaliNtuli

    @KhululiweMbaliNtuli

    2 күн бұрын

    Irape lena cc inkinga isuke silutheke umqondo

  • @HectorSelepe
    @HectorSelepeКүн бұрын

    Mangiyilalela kahle lengane mina ngizwa engathi lobaba kahle kahle uyayidlwengula lengane

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo68196 күн бұрын

    Wavelelwa lomama uhlezi nomnakakwabo endlini kpdwa engazi uyisikhohlakali esengane ngiyaksaba

  • @user-zq1ce2yu4l
    @user-zq1ce2yu4lКүн бұрын

    Vele kemina angifune kwangane yam esondelana nesoka lami ay kudeleee😢

  • @ThabaniMlambo-u4u
    @ThabaniMlambo-u4u3 күн бұрын

    Mmmm ey ngeke kubuhlungu if uzohlukana no baby Mama besekwenzeka amanyala anjena.

  • @khanyicele3688
    @khanyicele36886 күн бұрын

    Lezinzipho kodwa Ku grade 11.

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza30566 күн бұрын

    2024 sizolokhu sibabazile yaze yanamanyala inganee😢😢😢

  • @user-zy5cy7gq4w
    @user-zy5cy7gq4w17 сағат бұрын

    Shwele Ngelosi yokulunga kaze kungeneni emhlabeni amanyala namahlazo asevamile indoda vele iyinuku kodwa ukungamtsheli umawakho kuwukubola nje lokho ay mina angazi nokuthi ngthini kodwa lengane ibolile kwakmele amcebe nje kumawakhe uze uzalele indoda elala nomawakho wenza umawakho umnakwenu mmm sis akakudlwengulanga nondindwa ndini qhubeka naye usamyekelani uyisdwedwe wena lwabishi

  • @khanyiiMbau.
    @khanyiiMbau.2 күн бұрын

    Chaa ukhohlakele ntombazane mina angekee ngikufihlelee uyimbewu embi shuthii ungambulalaa umawakho moc wenaa and ungalinge uthii imbangela yabazalii ekwenze so minaa wam umzali syaxoxaa naye ngamaa relationships wethu ukuzee angsizee langihlulekaa khonaa ngobaa yenaa mdalaa uyazii nayee uyaxoxaa ngendondaa yakhee engasiyee ubaba wamm but angikazee njee ngicabangee udoti angimbuki ngishoo nasemehlwenii u stepfather wam wenaa njee yilekuku lakhoo elingavaleki liyalumaa lilumelaa abantuu abadala umncane kangakaa 17 years udlaa lakudlaa khona umawakho uyislimaa senjaa uzofaa uhluphekaa wenaa mgodoyi ngulube ndini 😠

  • @DelaniZuma
    @DelaniZuma6 күн бұрын

    Lezingane azisalungile❤❤

  • @user-nd9kf7cl1o
    @user-nd9kf7cl1o17 сағат бұрын

    Yaz mangilokhu ngimamela i KZread ingifundisa ukuthi thina bomama akusamelanga ulethe indoda endlini and naleyondoda ingabazi abantwana bakho...Yindoda enjani ethi ibheka ingane ka 17 years yona ibona umfazi angayilala futhi ingane yomuntu wayo....Hai amanye amadoda akhohlakele not wonke shame ngoba amanye aqotho

  • @mbaligumede3338
    @mbaligumede3338Күн бұрын

    Shuthi umawakhe umnakwenu😂🤣🤣

  • @sbongileckhawula8960
    @sbongileckhawula89603 күн бұрын

    Ey ngoba lezingane zethu ,,ngokuthatha madoda abazali bazo ay

  • @user-gj3jc1el1z
    @user-gj3jc1el1z7 күн бұрын

    😢😢aiii yabona lento yostepfather

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu7 күн бұрын

    😂kazi ziyoganaphi ezanamuhlanje😂 ngempela bayoliphatha behlambe😂

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana93536 күн бұрын

    Umai wahamba kungena mina Lafa izwe madoda aiiiii

  • @GuguNhlapho-bx1yp
    @GuguNhlapho-bx1yp7 күн бұрын

    Uma ehaba kungena yena sies👹🙄

  • @NomsaMashigo-bo5ir
    @NomsaMashigo-bo5ir6 күн бұрын

    Tshela umama khona izomazi ubaba wayo weqiniso ,and ngibona ngathi ukubophisa ubaba ma kungenzeka unama average low mbono umchazele ukuthi syafana besivumelene in other words nise nowu2😢

  • @user-nd9kf7cl1o
    @user-nd9kf7cl1o17 сағат бұрын

    Bonke ngathi bazalwa umuntu owedwa..bathanda izinto and ababasabi nabantu abadala kubo...haisuka

  • @ntombikayiseletjiko8246
    @ntombikayiseletjiko824617 сағат бұрын

    Wena ntombazana awazi ukuthi abafana baphethe abantwana na, uthi yibhadi uvula amathanga bese uthi yibhadi umbhedo loyo mnxx

  • @user-zq1ce2yu4l
    @user-zq1ce2yu4lКүн бұрын

    Yoooo 😢amadoda akaze asithande😮

  • @LuckyMahlangu-mz2og
    @LuckyMahlangu-mz2og12 сағат бұрын

    Tjooo at the age of 17 ulala nendoda kamawakho 😮 grade 11 wenza 2in1 aaai cha ngeke uyabheda xem

  • @NonkululekoMhlanga
    @NonkululekoMhlanga3 күн бұрын

    Waze wangijyanyisa shym awsemncane nje cha ukhohlakele shym

  • @ritamkhize9927
    @ritamkhize9927Күн бұрын

    Bantu ukhohlakele wengane shme uzakwenu umah wakho zalo yezinyoko

  • @phindiletshabalala9634
    @phindiletshabalala96343 сағат бұрын

    Khohlakele nje wena ngane ngahalela muntu ongangimawakho

  • @TS-jw6tp
    @TS-jw6tp6 күн бұрын

    Hawu hawu kodwa ntombi🙆 waze wazimoshela ngigeze izandla njengo pilatu phela lena ichitheke nesobho layo

  • @smashingkidnews1506
    @smashingkidnews15066 күн бұрын

    Hai cha kwenzenjani mhlabeni ngempela waze wamncane bo .kodwa uSathane uwile futhi kubantu besifazane ngathi badinga mkhuleko

  • @mbongenikubheka3278
    @mbongenikubheka32783 күн бұрын

    Ewuuuu lafa elihle kakhulu nkosyami 😥

  • @thandananimnomiya6086
    @thandananimnomiya60867 күн бұрын

    No comment ngisacinga

  • @nazikay1340

    @nazikay1340

    7 күн бұрын

    😂😂😂 ngzolinda u commenter mase ubhalile😮

  • @thabilemkhize2585

    @thabilemkhize2585

    7 күн бұрын

    Siyefana vele kuthiwa lana?

  • @AlexMotaung
    @AlexMotaung3 күн бұрын

    Sicela nibe naso isixazululo kwezinye zezinkinga abantu abafika nazo ningalaleli nje kphela kuhle zasi if basizakele noma cha

  • @user-mf7ze2ps9t
    @user-mf7ze2ps9t3 күн бұрын

    Ubunja bamadoda nomama abashiya amadoda abo nezingane zabo agsazi mina konakele

  • @DemyJojo-wy1ne
    @DemyJojo-wy1neКүн бұрын

    Unebhontshisi uzoyenzani sekanambithile sisazothini, bewune lungelo lo kutshelwa u mawakho ngoba uyonywa mfazi omdala

  • @phumlanidlangalala6322
    @phumlanidlangalala63223 күн бұрын

    Ngelinye ilanga siyogcine sibhebhana bukhoma ngendlela izwe lonakele ngalo😢

  • @sbekezelospndlovana7599
    @sbekezelospndlovana75992 күн бұрын

    Wena uyinkunzi yesfebe nje udinga umthandazo nondindwa

  • @patiencemthiyane4798
    @patiencemthiyane47986 күн бұрын

    Akeninganikeli ngezingane kostep father. Konakele izingane , zishiswa amagazi. Azisawafuni amaboyfriend. Zifuna imali ngezinto emakhehleni. Uyangithanda. Cha nja ndini ukucekela phansi. Uyoba uMiss Nobody ngenjabulo engena ikusasa

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2e7 күн бұрын

    King Zoso khuphuka wethu❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @ThandolwethuZondi-r2u
    @ThandolwethuZondi-r2uКүн бұрын

    Losisi ave ebuswa ingelosi yasathane

  • @user-hi8lv1zb9z
    @user-hi8lv1zb9z6 күн бұрын

    Hwww kant kulama 2k sikhulisa iningempela!!!? IHLAZO

  • @sharonthulisilemabaso555
    @sharonthulisilemabaso555Күн бұрын

    Iyo buya Jesu

  • @celumusazikhali7040
    @celumusazikhali70407 күн бұрын

    Haibo 😮😮😮 udoti wengane

  • @sammduduzi3649
    @sammduduzi36496 күн бұрын

    Kobaba ubushimane nje lobo enganeni ubufebe together with ubunja

  • @WisdomSibanda-tu5ye
    @WisdomSibanda-tu5ye5 күн бұрын

    Iza Nkosi nalizwe libhubha

  • @user-kg3sl3hq6y
    @user-kg3sl3hq6y2 күн бұрын

    Mele ukhulume qiniso kusa early 😢

  • @khokhilencane1166
    @khokhilencane11663 күн бұрын

    Niyizinja naleso step-father sakho😢

  • @user-gg9fe8rc5l
    @user-gg9fe8rc5l16 сағат бұрын

    Weee hhayi kuyeke kukhule nokhula

  • @JulyNgxama
    @JulyNgxama7 күн бұрын

    Abomama abayekele ukuhlala nengane zabo kwindoda engasi wubaba wengane

  • @lungelomanifest
    @lungelomanifest3 күн бұрын

    So she’s sleeping with her boyfriend and stepfather without a condom, bakhohlakele bobabili the daughter and the father…what a shame the unborn to come this way…

  • @sizwedalac8935
    @sizwedalac89356 күн бұрын

    Hawu hhaycha bakhwelana ngikhona

  • @sbusisombatha5899
    @sbusisombatha58996 күн бұрын

    Swayini ndini. Uzothwalisa ingane yabantu ibhantshi!

  • @55168
    @551682 күн бұрын

    UnguSathani ngane sifebe

  • @user-nd9kf7cl1o
    @user-nd9kf7cl1o17 сағат бұрын

    Abantwana bethu kodwa

  • @NtombekhayaChristina-bs4kj
    @NtombekhayaChristina-bs4kj7 күн бұрын

    Ukohlukana kwethu nobaba benu abutsho lutho ngoba niyamithiswa nangabo . Nina zifundiseni ukuyixela into isaqala. Nani zube nithanda. Anoyiki gqithi bantwana bethu.

  • @user-nd9kf7cl1o
    @user-nd9kf7cl1o17 сағат бұрын

    Kusho ukuthi labatwana bazitshela ukuthi omamabo babalethela amadoda

  • @MandlaDhladhla-yr6of
    @MandlaDhladhla-yr6of4 күн бұрын

    Ufuna ukushawa wena ngane

  • @businzama6939
    @businzama69393 күн бұрын

    Babazani uthi akuvumi amcebe

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo68196 күн бұрын

    Awuyixebi ngani uma ungayithandi into eyenzayo konakele emhlabeni sale usubuya Jesu uzolanda ibandla lakho

  • @user-nv8ch6jl9s
    @user-nv8ch6jl9s7 күн бұрын

    Obaba Lani valani izipha Bo ingani yomfazi ngeyakho Lani ngani hloniphani omama benu bazamela Lina futhi Lina libathathela amandado

  • @AndyKhozas-lv1
    @AndyKhozas-lv17 күн бұрын

    Ma dunked wings ndini😅

  • @user-vk4ch5gu4i
    @user-vk4ch5gu4i7 күн бұрын

    Inkinga ye nkanankana le😢

  • @55168
    @551682 күн бұрын

    Uyisifebe ngane mxxxm ukhohlakele

  • @user-ss4vd2wf1v
    @user-ss4vd2wf1v2 күн бұрын

    Uyamdinga ugqirha we ingqondo unontombi.. Hayi u're not serious.. Instead of building your future busy sleeping with your mother's boyfriend.. That's not good at all

  • @Mntungwa-e5s
    @Mntungwa-e5s3 күн бұрын

    Nabo labomama or cc basalokhu bethi bafuna ukuthathwa nezingane zabo banomthelela

  • @SonwabiseMinentle
    @SonwabiseMinentle4 күн бұрын

    Futseeeek ngunondindwa lo uthatha ndoda kamamawakho

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede6 күн бұрын

    Yeka ukuqanika umuntu ingane okunhesiyo eyakhe yimbi leyonto naswkusaswni lengane

  • @user-zf2iq9ep9i
    @user-zf2iq9ep9i3 күн бұрын

    Awu kodwa somandla kuphuma umama kungena wena

  • @kennethnkosi430
    @kennethnkosi4302 күн бұрын

    Qha ukhohlakele lontombazane straight

  • @sbekezelospndlovana7599
    @sbekezelospndlovana75992 күн бұрын

    Unyoko akazalanga wabola amathumbu sfebe ndini

  • @user-og6bx7hg1b
    @user-og6bx7hg1b7 күн бұрын

    Haaaw,jesu hamba,yyohlala,no gogo

  • @user-tm8fm1zi3y
    @user-tm8fm1zi3y3 күн бұрын

    Umnakwabo kamawakho...amanyala sies

  • @user-tx3ky6vm1f
    @user-tx3ky6vm1f2 күн бұрын

    Nibolile nonke no stepfather sakho

  • @nobuhlebuhle2009
    @nobuhlebuhle20097 күн бұрын

    Aysuka bengizokuxosha uyinja yengane futhi ngathi uyaziqhenya ngalento yenzile

  • @SanelieSanelisiwe
    @SanelieSanelisiwe22 сағат бұрын

    Isfebe esidala lesi

  • @HlangananiHlela-bu3hw
    @HlangananiHlela-bu3hw5 күн бұрын

    Wenangane ufunindukunje wisifebe esinembobekhaleni seqamgwaqo

  • @user-nz5bf4pq3o
    @user-nz5bf4pq3o6 күн бұрын

    Nina zingane zamsntombazani sekwaphelelaphi ukuzithanda nokusaba ihlazo yazi mina ngiumuntu weslisa kodwa noma yini engiyenzayo angimane ngenze nje ay nina anizthandi man suka

  • @user-em3ev7jr5o
    @user-em3ev7jr5o7 күн бұрын

    Ama 2k asazobhebheka ai kancane ngoba athanda izinto