Isambulo Nombono ngeTHOMOYI - Mfundisi Thango

Музыка

Пікірлер: 52

  • @emmanuelsbusiso363
    @emmanuelsbusiso36319 күн бұрын

    Siyabonga nceku yeNkosi kade yayingihlupha lento yethomoyi. Ngiyabonga uma kukhona umzalwane owambulelwe uNkulunkulu ngalento.

  • @LuckyMbatha-jp4zp
    @LuckyMbatha-jp4zp8 ай бұрын

    Siyabonga kuzinceku of God for always sharing conscious prophetic news to help a church. Infect,as Christians we are like paper in the strong wind which moves to every direction. Why we are to hire mc whereas there people in the church who are able to talk? Who are we pleasing? We prefer to take big church money and give it to filthy people rather than giving it to our fellow saints.Brethren let's not conform the standard of this world.

  • @user-bs9kr2jb4v
    @user-bs9kr2jb4v11 ай бұрын

    Nkosi Jesu ngiyabonga nami ukuzwa lofakazi. Angizange ngawuthanda first daý ngiwubona lo mdanso. Worse when they blow whistles and trumpets. Vukani bazalwane

  • @phethizulu2020
    @phethizulu2020 Жыл бұрын

    Nami angikaze ngiwuthande sdalo noma uzwakala kamnandi kodwa uyabonakala ukuthi owombuso wobumnyama, siyabonga mfundisi onezindlebe ozozwa vele Uma kukhulunywa iqiniso kuthiwa uyajaja,Umfundisi wami uke wayifaka levideo yethomoyi angeke ukholwe ukuthi sibebabili nje kuphela esiyigxekile bonke bebeyithokozela ngisho umfundisi imbala

  • @Bhuti_Vusi

    @Bhuti_Vusi

    Жыл бұрын

    UNKULUNKULU ASISIZE

  • @katemkhonto7143
    @katemkhonto714310 ай бұрын

    Thank you for sharing… I really hate this demonic dance 💃🏼 why now when we must be preparing ourselves for Rupture 🤍may the Lord almighty grant His Mercy to the Church ⛪️ thank you Pastor we have your back and God’s got this 🙏🏽

  • @portiambimbi2589
    @portiambimbi2589 Жыл бұрын

    Sibonga ukuthetha kwakho uThixo wethu , uyasithanda kakhulu, enkosi Bawo nge warning kuba awufuni ngathi ,awufuni siyotsha ( burning in hell ) esihogweni . UThixo ulusizo lwethu ngeke asiyekele ngeke asishiye uthembisile ezwini lakhe , uyasithanda kakhulu uJesu . Thank you sweet Jesus Amen ❤

  • @nomayezaphakela2812

    @nomayezaphakela2812

    7 ай бұрын

    P

  • @thembekiletsakihlongwane6237
    @thembekiletsakihlongwane6237 Жыл бұрын

    Ahhhh My God. LORD have mercy on us the Church😢😢...

  • @lucasmahlangu142
    @lucasmahlangu142 Жыл бұрын

    I thomoyi i bukeka i inocent impela and angeke ihlale ingakubambi uma seku danswa ngayo May the LORD Help us

  • @christopherkhuse4866
    @christopherkhuse486610 ай бұрын

    Siyabonga nkosi Jesu

  • @siphiwesolomonHlongwane
    @siphiwesolomonHlongwane7 күн бұрын

    Mina ngiyekile esontweni ebengikhonza kulo ngoba abasakwazi ukudumisa kudanswa ithomoyi kakhulu mina bengingenako uk'thula ngenxa yalento abayenzayo

  • @MlondiShezi
    @MlondiShezi Жыл бұрын

    Amen 🙌 usathathane umelene nebandla and the way he enters the Church is through Spiritualism...there is something spiritual about lomdanso and lithi ibhaybheli God is not the Author of Confusion/Chaos but of Peace and abantu sebeyela lemidanso emasontweni not for iZwi lukaNkulunkulu..the Enemy wants to turn God's Churches into places of Entertainment and njengebandla we must pray against those Spirits that are attacking the Church through Spiritualism

  • @philanithabede9753
    @philanithabede9753 Жыл бұрын

    Amen kuzwakele nceku especially leyomoya wezangoma uhambisana nalomunye ngike ngayiqaphela impela leyo kwabaningi👏

  • @user-ss5mq3xx3n
    @user-ss5mq3xx3n3 ай бұрын

    UJesu Kristu uYiNkosi , Siyabonga

  • @SylviaDzanibe-mr1nl
    @SylviaDzanibe-mr1nl Жыл бұрын

    Amen Thankyou for sending this message

  • @sbekezelomtshali8771
    @sbekezelomtshali8771 Жыл бұрын

    Ai syabonga Man of God kumele uyekwe ngempela syambonga uJesu ukusivula amehlo

  • @duduzilemnqoto4128
    @duduzilemnqoto4128 Жыл бұрын

    Morning bazalwane, sibonga uThixo ngawe, umoya ongcwele uyakhuluma, thina asiwunaki, nami lento yalethomoyi ifikile kimi, u see that part ukuthi umuntu ongu baba eseyenza, akubukeki,washo now u spirit man, ngiyabonga Jesu!!!

  • @ntofontofo6819

    @ntofontofo6819

    Жыл бұрын

    Angikaze ngiyithande angikwazi ngisho ukuyenza izinto zokasathame ezifuna ukuqeda ngebandla lika Jesu 🙏👏🙏🙏👏

  • @nonhlanhlancube-cb5eg
    @nonhlanhlancube-cb5eg Жыл бұрын

    Oh yes I can't dance this tomoyi been wandering what's the meaning of it,God help us

  • @zinhledube4635

    @zinhledube4635

    Жыл бұрын

    😢😢sincede Jesu

  • @kwazijerome203
    @kwazijerome203 Жыл бұрын

    Siyabonga jesu bengaz nokuthi yini leyo mina nje angithandi ukwenza izinto... opaul nabanye angkaze ngikzwe kthiwa bayadansa kdw ukusina nje okwenziwa udavid

  • @relebohilemotekoane530
    @relebohilemotekoane530 Жыл бұрын

    Nkosi nceda ibandla lakho liphenduke😢

  • @unathimnengi638
    @unathimnengi63811 ай бұрын

    Ei ngoba silibandla ave siphapha and asifuni Tu ukuziyeka izinto zezwe especially emzansi

  • @siyabongacyrilmbatha751
    @siyabongacyrilmbatha751 Жыл бұрын

    Amen thank you for sharing

  • @zanelezwane4004
    @zanelezwane4004 Жыл бұрын

    Syabonga Nkosi,sivuselele Nkosi Jesu 🙏

  • @Pinki0134
    @Pinki0134 Жыл бұрын

    Thank you brother🙏🏽

  • @Amahle361
    @Amahle361 Жыл бұрын

    Nkosi bheka ibandla lakho uyabona, selo mile. Limathise ngomsa wakho, konke okwethu kuphelile. Thela uMoya oyingcwele phezu kwa bantwana bakho, busa owakho umsebenzi libatshazw'igama lakho. 😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @hellenmokoena8998
    @hellenmokoena8998 Жыл бұрын

    Thank you Jesus Christ

  • @effiemasuku
    @effiemasuku Жыл бұрын

    Uzwa nalegama lakhona ukuthi awulungile lomdanso Ngiyambonga u Nkulunkulu angiwazi ngiqale ukuwubona la ku KZread 😮

  • @loveJesusMajola-vk8by
    @loveJesusMajola-vk8by11 ай бұрын

    AMen mgcotswa kathixo

  • @silindilezuma7022
    @silindilezuma7022 Жыл бұрын

    Nkulunkulu qhubeka usivule ameho🙌🙌

  • @ruthtshirang3024
    @ruthtshirang3024 Жыл бұрын

    Amen hallelujah we thank you for the message

  • @nombulelombekisa2041
    @nombulelombekisa2041 Жыл бұрын

    Siyabonga NkosiJesu siyabonga imfihlakalo engaka

  • @user-km5ul9gv8y

    @user-km5ul9gv8y

    7 ай бұрын

    Syabonga Nceku yeNkosi yebo this dance is demonic

  • @thembekamhlungu8775
    @thembekamhlungu8775 Жыл бұрын

    Praise AHAYAH

  • @MpikiswanoGumede
    @MpikiswanoGumede Жыл бұрын

    Tnx for holispirit

  • @nomaswazigloriadlamini9064
    @nomaswazigloriadlamini9064 Жыл бұрын

    Siyabonga Nceku🙏

  • @phumephewa4294
    @phumephewa4294 Жыл бұрын

    😢siyabonga Jesu🙌🏾

  • @mthokozisimajola
    @mthokozisimajola Жыл бұрын

    sizwile nceku kaJesu🙏

  • @enzocele7799
    @enzocele7799 Жыл бұрын

    🙏

  • @user-lf3vl7uf5p
    @user-lf3vl7uf5p Жыл бұрын

    Siyambonga uThixo ngalemfihlo.

  • @nkuthalomampofu6078
    @nkuthalomampofu6078 Жыл бұрын

    Amen 🙏🇿🇦

  • @KhanyoNgcongo
    @KhanyoNgcongo Жыл бұрын

    Makabongwe uNkulunkulu

  • @thembalethumathe4956
    @thembalethumathe4956 Жыл бұрын

    Mhmmm kdw Nkosi yami😩

  • @Entaneni
    @Entaneni Жыл бұрын

    Kubi

  • @mphothomo5291
    @mphothomo5291 Жыл бұрын

    Solo ngiyasho nkosi yami. I hate this dance it's like the traditional ancestral dance.

  • @andiswakumbemba2116
    @andiswakumbemba21169 ай бұрын

    Indeed when you have spiritual discernment this dance is not good for believers...

  • @enkosikhohliso3950
    @enkosikhohliso3950 Жыл бұрын

    Ulimenemene kodwa wena! Ikhona into entle uThixo akubonisa yona nge bandla okanye uphelele kulento uyenzayo?

  • @SizekaNgxowana-ve6nd
    @SizekaNgxowana-ve6nd Жыл бұрын

    I never like this dance

  • @michealmagagula6701
    @michealmagagula67019 ай бұрын

    Khuthalela ukuba uziveze uthembekile kuNkulunkulu,isisebenzi esingenamahloni,esiqondisa kahle izwi leqiniso(2Thimothewu:2:15) Inkonzo yokufundisa yavalwa ngusathane ezinkonzweni zamabandla ethu thina bantu abansundu nanobe izwi lithi lencwadi yomthetho mayingasuki emlonyeni wakho,kepha wozindla ngayo imini nobusuku ukuba uqaphele ukwenza jengakho konke okulotshwe kuyo,ngokuba lapho uyakuhlahlamelisa indlela yakho,uphumelele kahle.Liphinde lithi ubusisiwe umuntu ongahambi ngezindlela zababi...kepha ukuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova,ozindla ngomthetho wakhe imini no usuku.Ibandla selifundiswe ukudansa kakhulu ngezingoma zasemidansweni,emaholweni kunokuhlabelela izingoma zamaculo enkonzo.

  • @mbalenhle5478
    @mbalenhle5478 Жыл бұрын

    Angiyazi kwaleyo thomoyi😏,ngathi siyabantwana baka Nkulunkulu singayeka ukuthanda iztayela exibhedayo

Келесі