INZUZA NO:2 NGOKUJULA KWAYO NENZULU LWAZI YOMOYA SIPHAKELA ISIZWE AMEN.

Пікірлер: 77

  • @NkhosiMaat
    @NkhosiMaat10 күн бұрын

    Injulo kuphela la siyabonga kakhulu makhehla lamahle

  • @user-ib7rd5vj6l
    @user-ib7rd5vj6l2 ай бұрын

    ❤siyakuthanda mkhulu siyacela usiphilele akwande

  • @nkosinathipondo9862
    @nkosinathipondo98627 ай бұрын

    Mkhulu please make your videos available for download siyacela

  • @Aquatic601
    @Aquatic6017 ай бұрын

    Mkhulu you are too much ❤

  • @musambatha445
    @musambatha4457 ай бұрын

    Syabonga kakhulu. Siyacela ngenhlonipho baba Dlomo ungamphazamisi uSechaba emibizweni yakhe mihle kakhulu nomkhulu Mazibuko uze aphazamiseke, syacela

  • @anelemayola4854
    @anelemayola48547 ай бұрын

    Yeyi bayayibanga abantu leNzuza

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman75657 ай бұрын

    Siyabonga kakhulu,ngingalibali ukunibingelela kwiSo loMoya TV.inzuza itholakala emanzini,umbuzo wami uthi ukhona yini umehluko phakathi kweSthunywa seNzuza neSthunywa Samanzi?

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Mkhulu mina ngizalwe nayo lento kodwa akekho okwaziyo ukungilungisela ngizondwa kusho umndeni sebazamile kusho ukungibulala kodwa akwezeki ingiye ngibone ibhubesi emanzini ngiphinde ngibone inhlwathu emanzi nasekha ngiyibone nezinyoka ezahlukahlukeni ngikhuluma nazo Kaye nolwandle

  • @NondumisoNkosi-re1ts
    @NondumisoNkosi-re1ts7 ай бұрын

    Lemibuzo namhla iyashisa nezimphendulo ziyashisa ...indlebe nokungazwiwa abantu abaningi ...imphendulo zisusa inkungu Mkhulu kodwa ungichamukelaphi khehla ....azange ngezwa ichiniso ngalendlela ngisamangele namanje, uphendule imibuzo yeminyaka neminyaka bayede 🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉 chubekanayo Mkhulu yidonseni ibuyele esimeni ...makwande Amen 🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @mongimkhwanazi1999

    @mongimkhwanazi1999

    7 ай бұрын

    I AGREE WITH YOU

  • @NhlanhlaShabalala-bz8tl

    @NhlanhlaShabalala-bz8tl

    7 ай бұрын

    Siyabonga Mkhulu amen

  • @NoandileLugalo
    @NoandileLugalo7 ай бұрын

    Thokoza Mkhulu.Umthola kanjani umntu ozoku zuzisa? umntu sele ehlupheke kakhulu ngamaqola🥲

  • @MthobisiEric-it6xb
    @MthobisiEric-it6xb7 ай бұрын

    Mkhulu mina ngyacela uke uhlaziye ngalomoya wenzuza nenkanyamba yini inkanyamba umoya onjan makuthiwa uhamba nayo nenzuza

  • @sinezelodlungwane1519
    @sinezelodlungwane15197 ай бұрын

    ubuhlakani obungaka Mkhulu Mazibuko, iworry yam people like you don't live long ikugcine iNkosi YaMakhosi ikufihle uphile iskhathi eside

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi23477 ай бұрын

    Impande ziyadliwa mawgula ubekecaleni umcebo welaphe umzimba ngoba umcebo mawufike ugula uwukufa.

  • @Jek85d
    @Jek85d7 ай бұрын

    Amen mkhulu ngiyakuzwa uyibekile yazi. Qishe ngihlusha yinto ethi mayifane nqamashi nokushoyo ngezambatho nangamanzi ayiziziba nomfula nolwandle nezinyoka ezinkulu kwendula izinhlwathi emanzini esizibeni naselwandle kepha akusiyo into eyenzeka njalo ithatha isikhathi. Namahashi amunyama ngiyakuyakuzwa impela ayavela elwandle Abe maningi engibuke nje enyamalale njengezintuli. Amen 🙏🏿 siyabonga mkhulu injalo.

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae85267 ай бұрын

    Inzuza ijule kakhulu

  • @user-oi8pt7dv3d
    @user-oi8pt7dv3d7 ай бұрын

    Mkhulu bayedee ekuncineni kwenkulumo ngathi uyangi hlola ngathi ukhuluma ngami.konke okushilo uncazamina ngisho manje nokugula okungiphethe inZululwane, bayede Mkhulu ngithemba ukuthi ngizophila umanginhahlangana nawe ❤

  • @elsiemaifadi590
    @elsiemaifadi5907 ай бұрын

    Mkhulu uyazwakala ka khulu ngiyabonga, God bless u for ever and ever amen.❤🎉

  • @user-ty5ie2es8r
    @user-ty5ie2es8r7 ай бұрын

    Siyabonga Bahlonishwa, uTHIXO aze anigcine AMEN

  • @tysermohlala5422
    @tysermohlala54225 ай бұрын

    Amen 🙌🙏 mkhulu Iso lomoya is such a wonderful blessing in our lives. Siyabonga makhehla❤

  • @LeoMsongelwa
    @LeoMsongelwaАй бұрын

    What an insight!🙏

  • @Shepherd7773
    @Shepherd77737 ай бұрын

    Ngiyabonga mkhulu ngokucacisa kahle ngeNzuza kwande🙏❤️

  • @CherittyMokoena
    @CherittyMokoena3 ай бұрын

    EY mkhulu waybeka indaba,siboniswa Sonke endlini

  • @Dumizulu_Rain
    @Dumizulu_Rain7 ай бұрын

    Ngiyabonga ukuthi waze wavela umuntu oyiyaziyo inzuza, wangihleka emunye omangithi kukhona umuntu oyiyo inzuza yena wathi kusho ukuthi loyo Muntu sekuwu Jeso 😂

  • @nokwazinsele-eo7kx
    @nokwazinsele-eo7kx2 ай бұрын

    Syabonga mkhulu ngolwaz olukhul kangaka.mina mkhul ngaphupha inkosazan yamanzi ithumel umunt ukuthi azongilanda ngizoyivakashel.ngahamba nalomunt ngaze ngafika kuyo saxoxa nayo ngat sengihamba yangipha isipho yath angisibeke eduze ngombhede maqondana nekhanda lam

  • @khethawolfmaphanga9037
    @khethawolfmaphanga90377 ай бұрын

    Kanti uban lomfo ofake izibuko ohlezi noMazibuko, uyaphazamisa Yaz lomfo 😂

  • @preciousmbebe3174
    @preciousmbebe31747 ай бұрын

    Sawubona Mkhulu Mina ngabona amakhehla akudala and afika abeka izimpahla zawo angikaze ngiwabone ezamba

  • @busisiwesilo
    @busisiwesilo3 ай бұрын

    Ngiyabonga Mkhulu,waze wayikhuluma indaba.Ngigula kuyimanje😭😭

  • @luckytau6331
    @luckytau63317 ай бұрын

    Thanks alot bantu abadala. Mkhulu there's a topic you touched on but then promised to discuss it some day, it was about difference between Izinhlanga zendabuko (zezulu) ne zinhlanga zokuvela. I would like to hear about that bantu abadala, ngyacela. Ngyabonga!🙏

  • @xoliendlovu8363
    @xoliendlovu83637 ай бұрын

    🙏🏽syabonga Mkhulu, umenjalo👏🏽👏🏽👏🏽

  • @anamlili5782
    @anamlili57826 ай бұрын

    Camagu mkhulu

  • @MpendulenhleZikhali-wm3hn
    @MpendulenhleZikhali-wm3hn7 ай бұрын

    Syabonga Khehla..uyasiphilisa

  • @NoandileLugalo
    @NoandileLugalo7 ай бұрын

    Dlomo uyaphazamisa

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Manje bathi bazongeza bona kanjani manje ngibuye ngigule besengithi ngiyahlaya baphika odokotela

  • @user-yg1lt9en2f
    @user-yg1lt9en2f7 ай бұрын

    Siyabingelela mkhulu siyabonga nje izandla zedlula ikhanda qhubeka mkhulu ngezimfundiso zakho uthixo akugcine

  • @motshidisimokubung6951
    @motshidisimokubung69517 ай бұрын

    Siyabonga kakhulu Mkhulu ngolwazi . Uphathisiwe othonekile Amen.

  • @bafanahectorzoya1833
    @bafanahectorzoya18337 ай бұрын

    Mkhulu siyabonga my God bless you amen 🙏

  • @gugulethu6645
    @gugulethu66457 ай бұрын

    Siyabongo Mkhulu 🙏🏽....

  • @neomotau8353
    @neomotau83536 ай бұрын

    eish listening to mkhulu Mazibuko is addictive 😮‍💨😮‍💨

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence48587 ай бұрын

    Siyabonga kakhulu khehla 🤝🤝🤝amen

  • @user-vf1rr9hr5q
    @user-vf1rr9hr5q7 ай бұрын

    Mkhulu well said may God continue to prolong your life to help coming generations 🙏🙏🙏

  • @AbelM123
    @AbelM1237 ай бұрын

    Amen. Siyabonga ngo lwazi Mkhulu.

  • @NomceboCeboh-gr1is
    @NomceboCeboh-gr1is7 ай бұрын

    Syabonga Mkhulu

  • @yvonnekgaka6812
    @yvonnekgaka68127 ай бұрын

    Siyabonga Makehla ngolwazi elujulile.

  • @Aquatic601
    @Aquatic6017 ай бұрын

    Wow ❤ ijulile lento.

  • @user-tv4mc7oi8q
    @user-tv4mc7oi8q7 ай бұрын

    Siyabonga kakhulu

  • @user-ll9vw5gg9w
    @user-ll9vw5gg9w7 ай бұрын

    Amen mkhulu kuzwakala njalo mawuyibeka👏🙏

  • @Sphepunk
    @Sphepunk7 ай бұрын

    Here first🥳

  • @MotherOfTheUniverse369
    @MotherOfTheUniverse3697 ай бұрын

    🙏siyabonga Mkhulu🙏

  • @tysermohlala5422
    @tysermohlala54225 ай бұрын

    Excellent 👌👌👌 questions bab'Dlomo🙌 Siyathokoza

  • @lindankosi5235
    @lindankosi52354 ай бұрын

    Sibonga ukukhuliswa mkhulu Nolwazi olujulile

  • @user-se9fc3dz3v
    @user-se9fc3dz3v7 ай бұрын

    Mkhulu i want to ask that you explain more on powder blue colour

  • @nelisiwepriscilla1068
    @nelisiwepriscilla1068Ай бұрын

    Mina mkhulu ugibulala uma sowuthi bayanya 😂😂😂😂

  • @XolaniieDlamino
    @XolaniieDlamino5 ай бұрын

    Asibonge we babu Mazibuko be ngise ngaba nephupho lapho pansi kwamanzi khojwa ama coins amanengi

  • @user-qb8hd5fi3z
    @user-qb8hd5fi3z5 ай бұрын

    Makwande Mkhulu MNA ndifuna ukubuza xa uphupha kusithiwa imali yakho ikomkhulu uthi xa ujonga inbox le kodwa MNA andiyiboni le mali❤❤

  • @Spiritwave22
    @Spiritwave225 ай бұрын

    Mkhulu mina ngidinga usizo shame because kukho konke but what is confusing is the fact that mina i’m coming from a born again background!!!

  • @Spiritwave22
    @Spiritwave225 ай бұрын

    Amahashi angabantu!!! Khehla, mermaids

  • @naledimasibi7320
    @naledimasibi73207 ай бұрын

    Ameni mkhulu...njalo ngiyafunda❤😅

  • @NondumisoNkosi-re1ts
    @NondumisoNkosi-re1ts7 ай бұрын

    😂😂😂😂 benzanimkhulu abalaphi 😂😂😂😂😅👏 👏 👏

  • @makhosazanakubeka7500
    @makhosazanakubeka75007 ай бұрын

    🙏🙏🙏

  • @NondumisoNkosi-re1ts
    @NondumisoNkosi-re1ts7 ай бұрын

    Nangulo part 2 🙏🏻

  • @user-rm4vi2sf9l
    @user-rm4vi2sf9l6 ай бұрын

    Mkhulu Mazibuko ngicela usizo

  • @cntuli
    @cntuli5 ай бұрын

    This gift is not in the blood. It is not inherited.

  • @user-nd9uc1yz9t
    @user-nd9uc1yz9t4 ай бұрын

    Ngiyenza mkhulu uqiniso

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni65987 ай бұрын

    Umdali athele umusa Contact yala mkhulu ithini? Uyayelapha indaba yenzuza umkhulu?

  • @sbonisothapelo5435
    @sbonisothapelo54354 ай бұрын

    Manje mase kungekho umuntu omdala ekhaya..Wenzenjani?

  • @NondumisoNkosi-re1ts
    @NondumisoNkosi-re1ts7 ай бұрын

    Ngicela ukubuza Mkhulu. Ingabe umlanjwana uyangena kulomoya wenzuza? Ngicela umakufika part 3 or 4 uyithi fahlakancane Mkhulu

  • @nkanyisondlovu3151
    @nkanyisondlovu31517 ай бұрын

    uyaphazamisa nje lona omunye

  • @chrismthethwaglen3172
    @chrismthethwaglen31725 ай бұрын

    Hheyi nine ziduphunga ! Inzunzu awuzalwa nayo lento leyo, ngoba isilwane leso esinamandla amakhulu. Inzunzu iyakukhetha wena uma ikuthandile. Angeke usebenze uma unalento leyo, uzoceba ungasebenzanga. Inzunzu isilwane saselwandle esinamandla, esinomcebo omangalisayo. Niyezwa ziphukuphuku!!!!

  • @Spiritwave22

    @Spiritwave22

    5 ай бұрын

    😂😂😂😂😂😂

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Mkhulu mina ngizalwe nayo lento kodwa akekho okwaziyo ukungilungisela ngizondwa kusho umndeni sebazamile kusho ukungibulala kodwa akwezeki ingiye ngibone ibhubesi emanzini ngiphinde ngibone inhlwathu emanzi nasekha ngiyibone nezinyoka ezahlukahlukeni ngikhuluma nazo Kaye nolwandle

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Mkhulu mina ngizalwe nayo lento kodwa akekho okwaziyo ukungilungisela ngizondwa kusho umndeni sebazamile kusho ukungibulala kodwa akwezeki ingiye ngibone ibhubesi emanzini ngiphinde ngibone inhlwathu emanzi nasekha ngiyibone nezinyoka ezahlukahlukeni ngikhuluma nazo Kaye nolwandle

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Mkhulu mina ngizalwe nayo lento kodwa akekho okwaziyo ukungilungisela ngizondwa kusho umndeni sebazamile kusho ukungibulala kodwa akwezeki ingiye ngibone ibhubesi emanzini ngiphinde ngibone inhlwathu emanzi nasekha ngiyibone nezinyoka ezahlukahlukeni ngikhuluma nazo Kaye nolwandle

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Mkhulu mina ngizalwe nayo lento kodwa akekho okwaziyo ukungilungisela ngizondwa kusho umndeni sebazamile kusho ukungibulala kodwa akwezeki ingiye ngibone ibhubesi emanzini ngiphinde ngibone inhlwathu emanzi nasekha ngiyibone nezinyoka ezahlukahlukeni ngikhuluma nazo Kaye nolwandle

  • @user-ky2rt8zj1w
    @user-ky2rt8zj1w5 ай бұрын

    Mkhulu mina ngizalwe nayo lento kodwa akekho okwaziyo ukungilungisela ngizondwa kusho umndeni sebazamile kusho ukungibulala kodwa akwezeki ingiye ngibone ibhubesi emanzini ngiphinde ngibone inhlwathu emanzi nasekha ngiyibone nezinyoka ezahlukahlukeni ngikhuluma nazo Kaye nolwandle

Келесі