Inyonemhlophe ishaya inkostina sizipholele nayo kwathathani madoda..

Unyonemhlophe uyazifikela kwisginci kanye nakwinkostina. ubona nje ubekudonsa kokubili kule album entsha aykhiphile ngithi nje khuphuka nyoni iqiniso laziwa ibona kodwa abalivumi. inkosi yenkostina

Пікірлер: 24

  • @sabeloaction736
    @sabeloaction7364 жыл бұрын

    Unekhono bhuti...asishayelwa noma ngubani lestimela

  • @masibulelecetywayo8933
    @masibulelecetywayo89336 жыл бұрын

    Unzima lo mfo andinaxhala noba ubani uthini. Umnika isigingci usenza sithethe umnike ikostina uyibamba ithethe inyhani. Khuphuka Nyoni Emhlophe

  • @mashelenigamedze5475
    @mashelenigamedze54752 жыл бұрын

    Khuphuka

  • @honestmtshali7769
    @honestmtshali77695 жыл бұрын

    Likhona ikhono eSouthcoast

  • @mthunzigumede382
    @mthunzigumede3826 жыл бұрын

    Ay engabe ayabona yini Amakhosi,ukuth wenza mfaka Jali,,,,,,ashila sengshilo

  • @andiledube5005
    @andiledube50055 жыл бұрын

    cha iyasha lempahla South coast umkhond'ongalandelwa nja khuphuka nyon'ematshweletshwele vele sebeyivumil'induku

  • @nhlanhlasithole1988
    @nhlanhlasithole19882 жыл бұрын

    Sihle isphiwosakho uzenzela intoyakho awthathi sphiwo samuntu umuhle ngalokho

  • @nhlanhlasithole1988
    @nhlanhlasithole19882 жыл бұрын

    Webhut cha uphiwelento yakho omunye onesifiso sokfunda inkstina ungathini kuye

  • @siyabongadlamini6974
    @siyabongadlamini69744 жыл бұрын

    Hhayi, winkinga m'fwethu ng'yakvuma mina.

  • @sunny-boydoyisa2775
    @sunny-boydoyisa27754 жыл бұрын

    Baphelelaphi obaba esasihlangana nabo bedlala inkostina kanje emakhaya

  • @simisonondaba195
    @simisonondaba1956 жыл бұрын

    Khuphuka bhenanyawo mfoka Jali madoda

  • @mosesben1698
    @mosesben16984 жыл бұрын

    ngyafisa ukufunda inkostina

  • @nduhdladla5440
    @nduhdladla54404 жыл бұрын

    isiphiwo into enje uyamubona lomuntu ushaya lento enganakile isegazini

  • @mkululigaya1341
    @mkululigaya13416 жыл бұрын

    Hey uphiwe lomfo and ndiyabawela ukhe ndimbone ngamehlo enyama

  • @luckyhlongwane7829
    @luckyhlongwane78296 жыл бұрын

    ningicanula ngokuthi anisacanuki nje enidlalela kamnandi kanje ukufaka nje unyawo lube lunye

  • @phendukazimnikemawilla3282
    @phendukazimnikemawilla32826 жыл бұрын

    haycha ngyayivuma lensizwa

  • @nokuphiwacebekhulunokwethe269
    @nokuphiwacebekhulunokwethe2696 жыл бұрын

    Lol yaaasha leyonto

  • @nkosiyazinzimande8780
    @nkosiyazinzimande87806 жыл бұрын

    lasho icimbi madoda kwatatazela bantu

  • @bonginkosivellem3980

    @bonginkosivellem3980

    6 жыл бұрын

    nkosiyazi nzimande lol ay ayiyekwe lendoda iphiwe..ayiwuthonti kodwa umthunzi wenkukhu ?

  • @nkosiyazinzimande8780

    @nkosiyazinzimande8780

    6 жыл бұрын

    ndaaaika kanti lutho bhuti ayiyidlike leonto

  • @user-nw6xg1kt7i
    @user-nw6xg1kt7i3 ай бұрын

    Uyayishaya lento bafo

  • @phakamamanci9926
    @phakamamanci99262 жыл бұрын

    Ayi ngiyakuvuma ,uyayazi lento

  • @phindokuhlehlatshwayo9346
    @phindokuhlehlatshwayo93466 жыл бұрын

    Ngiyakuvuma mfanakithi uyayenza lento