Intendele iwe enkundleni kuMgiliji

Ucilo uzishaye endukwini kumdidiyeli wamabutho kaZulu uBaba uRaymond Nhleko owaziwa ngelika Mgiliji khathi ephiwa imoto entsha ceke nezinkom ezimbili namhlanje. UMgiliji oneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanye akaconsi phansi enkundleni yezokuxhumana.
Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatal kuSocial Media.

Пікірлер: 23

  • @ntombizodwa607
    @ntombizodwa6073 жыл бұрын

    Nhleko Mgilija siyakubongela kakhulu iNkosi imbusise uDokotela kwande nalapho athathe khona ❤👏

  • @knowledgeispowerafrica7952
    @knowledgeispowerafrica79523 жыл бұрын

    Our King uBhejane luphume esqiwini his net Worth is about R284 Million per year, but his committee was using taxis, no offence , but i am shocked

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Жыл бұрын

    Eyi i loved this guy baba umgiliji with all my heart he was a person of truth he stood for truth and he had a back bond he was so innocent to our king zwelithini until the end well about his wisdom eyshh God place a poor soul in heaven as the vend awubone umbuso kathixo he was not even a betrayal he stood for what he believes i think our late king zwelithini was a really Christian thats vwhy God gave him a faithful person like umbilical who was so faithful to him until the end no betrayal

  • @tandekangoma5715
    @tandekangoma57153 жыл бұрын

    Owu bantu uMgiliji . Siyambongela uBaba , Thank you Dr. They are both Blessed. His sense of humour😂😂😂😂👏👏👏🙏🙏👌👌. He really deserve that for his loyalty to the Zulu nation as a whole.... He is such a loving character.

  • @celiwehhadebe8050
    @celiwehhadebe80503 жыл бұрын

    Wow you disevit BABUMGILIJI

  • @gcobisaketshane7700
    @gcobisaketshane77003 жыл бұрын

    My gosh he didn't have a car

  • @ntombelangiphile8508
    @ntombelangiphile85082 жыл бұрын

    Akwande Dokotela hamba kahle Mgilija

  • @mbonenipatricknxele9566
    @mbonenipatricknxele95663 жыл бұрын

    Asimbongele uBaba uNhleko, noDr Khehlelezi ngobuntu bakhe 🙏🙏

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud6 ай бұрын

    Siyambongela umkhuzi wamabutho kaBayede uHlangalezwe INdlulamithi. Qhubeka baba ngomsebenzi omuhle osenzela woma singabesizwe sika Mageba.

  • @dudumosia8860
    @dudumosia88603 жыл бұрын

    Siyakubongela baba u Mgiliji Dokotela uyisibusiso

  • @zweliniMqwebu6853
    @zweliniMqwebu68539 ай бұрын

    Bambulala oKhehlelezi

  • @01Rosebank
    @01Rosebank3 жыл бұрын

    Siyabonga ngesenzo esinjena.

  • @paulinahmhlophe8588
    @paulinahmhlophe85882 жыл бұрын

    LALA QHAWE UYENZILE IMISEBENZI YAKHO

  • @getitallpresident5217
    @getitallpresident52173 жыл бұрын

    Akwande kuDokotela inkosi imubusise 🙏🏾

  • @mduduzindaba7605
    @mduduzindaba76053 жыл бұрын

    syambongela bakith uGeneral Mgiliji Nhleko sibonge nakumfoka Khehlelezi ngomnikelo.

  • @nontokozononto7971
    @nontokozononto79713 жыл бұрын

    wow kwaze kwakuhle munhle thixo siyambongela shame .msebenzi minhle yonke yokumisela kwakhe sethola busiso

  • @nosiphobiyela4572
    @nosiphobiyela45723 жыл бұрын

    Siyambongela ubaba wethu

  • @thandiconstance1325
    @thandiconstance13253 жыл бұрын

    Halala mdidiyeli wamabutho eSilo ume njalo baba

  • @boitumelokutlwano1716
    @boitumelokutlwano17163 жыл бұрын

    Aaaaa baba wam ❤️❤️❤️

  • @claricegwanya9906
    @claricegwanya99063 жыл бұрын

    😭😭😭👏🏻👏🏻👏🏻👏🏻❤️❤️❤️

  • @nomankanyambawasebukhosini7618
    @nomankanyambawasebukhosini76183 жыл бұрын

    Zulu okuhle kuzokulandela obabamkhulu bajabule la bekhona uzinikelile wakwazi kumelana nezinto ezihlula amadoda waqoqa amabutho isilo lapho sikhona sithokozile engathi ungangasuka kozobekwa umqeqeshe aqine angavumi nomhlaba wobaba mkhulu

  • @vusimzimela6154
    @vusimzimela61543 жыл бұрын

    Kuyancomeka kakhuulu lokhu esikubonayo siyambongela ubaba unhleko

  • @lindokuhlendlovu2619

    @lindokuhlendlovu2619

    3 жыл бұрын

    Sibonge isihe ku profesa khehlelezi kwande ndoda yamadoda