2016 wake wafika eDUT for RSA program and you were the last speaker. Bonke abakhuluma phambi kwakho babephetha okummapheshana wokuzikhumbuza nokuqondisa inkumo yabo. Kodwa ngokungajwayekile wena wafika ungaphethe lutho esandleni, kodwa eyakho inkulumo yasihlaba umxhwele sonke. Kusukela lapho ukulandela kwami imibhalo yakho kuze kube imanje🙌
Пікірлер: 51
Ubuciko nokunotha kolimi Ta Vuvu!! Awugcini lapho wenza isiqiniseko sokuthi uyasikhulisa usinikeza isiqiniseko sokufanele sikwenze ukuze sizichaze ngama doda aqotho kusasa... Akusiyo nje indaba lena kodwa impilo esiyibona phambi kwethu nsuku zonke... Umkhulu kakhulu Vundlas! 🙌
Wow mavundla usthatha usbeke kleyondawo yesgameko ngendlela ophiwe ngayo , Nkulunkul akabusise umsebenz wakho ukhule njalo
Imina wasemZinto,mpela umhlaba wezingodo nomoba kanjalo sekuqala namankinati. Ngifikile eNquthu ngahlala. Ngatohoza esitolo ka brown Brown 's cash and carry. Wow kumnandi emhlabeni. Ngabuyela ethekwini la kumaduzane nekithi nangiphathakahle shame.kumanje ngise Thekwini.
Uyakwaz ukubeka umuntu esthombeni Bhut omdala😭❤🙌
Bhuti uyayenza intoyakho❤
Iphupho lami ukuxhawula esandleni sakho sona esikwazi ukubhala sijulise siphinde sikhulise nowami umqondo
Kunemfundiso kulencwadi syabonga Vundlas
2016 wake wafika eDUT for RSA program and you were the last speaker. Bonke abakhuluma phambi kwakho babephetha okummapheshana wokuzikhumbuza nokuqondisa inkumo yabo. Kodwa ngokungajwayekile wena wafika ungaphethe lutho esandleni, kodwa eyakho inkulumo yasihlaba umxhwele sonke. Kusukela lapho ukulandela kwami imibhalo yakho kuze kube imanje🙌
Uyiciko mfowami ngifisa ukusondelana nawe.... Hhei kuningi kukuwe mnewethu hhai suka man
Inamandla mfw2 qhubeka njalo 💪👌
Ukhabazela ungenze ngalangezelela ukuzwa leli ciko lakwethu licikoza njlo
"Inhliziyo Enecala" bunamandla lobuciko onabo bab' Mavundla.
Ngelinye ilanga ngiyafisa ukba mbhali
Kodwa MaVundla mf2 😢 uyayenza lento yakho, you are talented 👌 🎉
1st
Buthi muhle umsebenzi wakho nolwandle angiliboni likuvimba kodwa ivedane iphele kusashubile ngisalinde ukuzwa ubuciko nokukhalipha kwakho Buthi
Kodwa ungake ubuye okhozini nkosiyami lapho ungifundela kamnandi
Umunyu uwubhali nje mfokaMavundla uyafundisa uqinisekise ukuthi iyakha kithina sonke, akube sasisezweni leqiniso hai leli lanamhlanje lemali nezinto ngabe akulona Ukhozi nje kuphela lapho wethula khona umsebenzi wakho. Ngiyathobeka Mavundla uphile nje mfwethu okwenzayo kanye nokwenzele ingabadi akuchazeki ngoba kujule kakhulu ngalendlela yokuthi namagama angeke abenze ubulungiswa uma ngingawasebenzisa.
Kazi yini unganikwa ithuba lokubhala isitoli esodlala okhozini uphiwe ndoda ikuwen lento yokubhala kungapheli lapho uphinde uyifunde Kube ngathi umuntu ubuka ITV❤️❤️
😢ohhh bakithi kwabuhlungu
Ushayile🎉🎉
Bhut omdala cela usiphe part 2 *ngale kwethuna*
Ungowakwethu mavundla mf2 kazi iyobonana nin nkabi yam
Ibuhlungu lendaba 💔🥺
Eish ndizifumana sendikhala.. isphiwe somntu zoze sithathwe mntu. Hamba mfo kaMahambana..!
Mhhh hhayi cha uyangibeka esthomben ngendaba yakho hhayi 🤗 god bless you vundlas
Mmm😔 iyezwakala .... uBaba James ukhombise ubudoda impela ngokufela egazin lakhe... upp Babu Mavundla 💪💪
Ubuqhawe bokuzehlisa. Awu uyakha uyaphilisa Mwelase 🙌💯
Bhuti Mavundla🤝
Khuphuka Mavundla kodwa bekumnandi mawuhamba noBK
Solwazi weno ngasenhla
You are the best🤗
Ey uphiwe kakhulu mfoka Mavundla ulimi lokucikoza, ngiyaqala ukukhala ngihalele indaba, iyazi Thina’s kakhulu izimpilo zabaningi. Maningi amadoda agcina enza njengobaba uJames kodwa isiphetho asibi sihle futhi. Siyafunda kakhulu ezindabeni zakho ziyasiphilisa, kodwa bekungamele esale eseshona umama wo Sne engasayijabulelanga imali yamkhwenyana wakhe, engahlayizwanga nentokomalo yokuhlala emzini wabo ko BB bebuyisane nanosokhaya
Ayi! Mavundla ayiiii Bhuti uvuthiwe vuuu
Good work🤞
thanks bawo beautiful work🤝🤝💯🤝🤝
@mavundlamediaexperience
Жыл бұрын
Big up
Vundlasi👏🔥
Qhawe lami kuningi esikufunda la
🙌✊️🤝🔥🔥🔥🔥
Uhlezi umuhle umsebenzi wakho mfwethu ngiyaye ngithi mangi off ngizidlalela ngoba ne background music iyaye ihambisane nokusuke kufundwa...uqhubeke njalo ngomsebenzi wakho omuhle.
Uliciko Vundlas ngyakuvuma Mfoka Mwelase
2nd
Lento wayiphiwa emazulwin bhuti
Ngavele ngaphila
Ba4 kanti uzobuyela nini okhozini FM?
😭😭😭😭
Mavundla mfowethu sizi download kuphi lezincadi ???
Powerful 🙏🙏
Qedas buya Nini okhozini
mmmmmm nkosi yami ikuwe lento