Ndabezitha akavinjwe UKHEHLELEZI YiQOLA, uyinyanga, uyi prophet , uyi pastor , uyi bhishobhi all in one , akuyena yedwa baningi , awuvinjwe lomkhuba
Ndabezitha, wena wendlovu, nina bakamdlokombane, nika bakabhejane phuma esqiwini kade bekuvalele, bayede. Siyabonga ukusukuma kwendlunkulu kaZulu kuloludaba lwezinyanga, konakele ndaba lento nje yokuthi sekuzomenyezelwa emsakazweni inyanga ithi iyathwalisa iyathakatha yenza yonke lemikhuba engcolile kuthuleke kungenzeki lutho. Ngiyaxakeka mina ukuthi sikuphi lasikhona njengamanje, washonaphi uzulu owayengabhenywa kungadlalelwa kuye? Kusuka imphuphe ezweni layo izoqola abantu kwelakwazulu kungabi ndaba zalutho.
Ndabezitha!!! Wena wesilo usubekile kwezakala 🙏
Siyabonga Ndabezitha ne thimba silamilele bantu abadala liyabhubha izwe libhubhiswa abantu esibathembayo sithi obaba kithina senzenjani ke thina
Uqinisile Mpunga yesizwe okhehlelezi benza konke scam
Zonke nje leynyanga ezi advertise ko KZread nakuma radio amaqola enza I business akekho noyedwa oyinyanga
Sekwabakhona oKhehlelezi esebebeqedile Abantu bebaqola,abantu babayekisa imisebenzi babambe ama Millions okugchine babadle Abantu bakithi ama million,
Yakhuluma impunga yehlathi madoda ngakhumbula ikhehla elizalubaba elalilapha ngeqiniso kunanamhlanje udumo lwakhe lusakhulunywa. Khona nje ubaba uSimelane lapha eDumbe uhlola nje kuphela besekudlulisela kumuntu ozokusiza.
Syabonga ngolwazi enisipha lona nisivula amehlo kulamaqola asegcwele lah
A very serious topic siyabonga 🎉
Siyabonga botata bam ngoba eqinisweni siyaludinga usizo iziinyangeni ngepha abanye bayiscammer. Ubone inyanga evezelabantu imali nemizi yikhe.
Syabonga kakhulu Ndabezitha ukusukumela loludaba lwezinyanga sisekingeni asisazi izinyanga zangampela sekwande amaqola
Thina sazi u mc pholobaz.oqale wabiza zonke izinyanga.gwiqiqi usewumprofethi naye
Inkinga enkulu singabantu asithandi ukuya kubantu abangazikhangisi sifuna ukuya kubo laba abazisholo bona emsakazweni nasezinkundleni zokuxhumana
Cha nje abeqiniso abelaphi ababambisane noNsika bese bengasondelani naye coz bona bayazana bebodwa
Ndabezitha ngilale engakusho nje ukuthi asilungiswe isizwe ngoba sonke siyabonga uksizakala ngeqiniso aqedwa amaqola ndabezitha
Wimpuuungaa
Ukuthi nje sidlala ochitha sebethi bazinyanga lapha ethekwini
Ndabezitha izinto zasesigodlweni azidalulwa 🙏
siyabonga zulu
Пікірлер: 46