IMFIHLO YAMANZI.

Ake sikhulume ngamanzi kanye namandla atholakala kuwo, lapha Kule video ngithe ukuchaza kancane ngezigaba zawo nokweziwa khona.

Пікірлер: 165

  • @lubabalosisusa2542
    @lubabalosisusa25423 жыл бұрын

    Way'sho indaba yezwakala Professor Mngomezulu, thokoza Khehla 👏👏👏

  • @MoiponeBarbara
    @MoiponeBarbara18 күн бұрын

    Thokoza mkhulu,wow! Well explained nga making,siyabonga mkhulu makwande.

  • @125125ification
    @125125ification2 жыл бұрын

    Ukhuluma kahle kakhulu. Bekungasakhulumi wena kukhuluma abasemanzini kuwe. Ungathi umnikazi wamanzi ubezikhulumela yena 👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏

  • @richardmaduna69
    @richardmaduna69 Жыл бұрын

    Can we please get subtitles, this Zulu is too deep for some of us

  • @umazukula
    @umazukula3 жыл бұрын

    Thokoza mkhulu, Thokoza ndlondlo enkulu.. Siyabonga mkhulu waze wasivula ingqondo wasichazela kahle thokoza....

  • @sovranotrading4673
    @sovranotrading46732 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu ngiya bonga kakhulu for the very informative video thanks.

  • @barbiek947
    @barbiek9472 ай бұрын

    Thokoza Mkhulu, thank you for the teaching Unkulunkulu akwandisele🙏🏽

  • @snenhlanhlaziyanda5585
    @snenhlanhlaziyanda55852 жыл бұрын

    Thokoza 🤲 Mngomezulu🙏 syabonga first time ngihlangana nawe and thank you so much

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v3 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu wayichaza lendaba, yangena iyazwakala, cha uphiwe, Akwande🙏❤

  • @fikilembambombambo4703
    @fikilembambombambo47032 жыл бұрын

    Amen kuleyondawo mkhulu akuve bengamanuku abanye ogobela ngisho into esengike ngaybona ikhaty einingi enye into abanye ogobela bageza abantu besfazane eMpophomeni baba geza bengagqokile nhlobo awu bakwethu kuyethusa futy lento yenziwa ogobela besfazane sxakekile impala kdwa masingavumi phela noma yini

  • @nokuphila_andlive3981
    @nokuphila_andlive39812 жыл бұрын

    Siyabonga mkhulu . Well explained 👏

  • @bonaninyoni9858
    @bonaninyoni98582 жыл бұрын

    Woow ,,, that's greet ,I love it

  • @masalakwinda
    @masalakwinda2 жыл бұрын

    Ngiyabonga thanks for clarity ❤❤

  • @chrismolefe2765
    @chrismolefe27652 жыл бұрын

    Mkhulu for me u explained well no questions ask I'm happy my God bless you and your family

  • @nontobekomtshali4782
    @nontobekomtshali47822 жыл бұрын

    well said..thank you for clarity

  • @chwayitatoto1604
    @chwayitatoto1604 Жыл бұрын

    Thokoza mkhulu wazewesi cacisela kahle nga manzi🕯🕯👏👏🙌makudede ubunyama kuvele ukukhanya, kwande

  • @asandisomdibani8763
    @asandisomdibani8763 Жыл бұрын

    I have learnt a lot in this video Mkhulu, ngiyathokoza🙏

  • @beverleyzikale6818
    @beverleyzikale68182 жыл бұрын

    Thokoza Khehla!indlela ibuzwa kwa badala!Siyabonga

  • @ShyletSibanda-bx2wy
    @ShyletSibanda-bx2wyАй бұрын

    Thokoza thank you for teaching us

  • @constancethomas5259
    @constancethomas52592 жыл бұрын

    Wooow powerful MKHULU may u be increased in wisdom and knowledge Amen

  • @itumelengemmanuel2969
    @itumelengemmanuel29692 жыл бұрын

    Uyibeke ya zwakala ngyabonga mina❤🙏

  • @luckytau6331
    @luckytau63318 ай бұрын

    Washaya Mntomdala. Syabonga kakhulu Khehla, makwande!🙏

  • @sbusisosbu6023
    @sbusisosbu60232 жыл бұрын

    🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌 kwande mkhulu kwande khehla Lamakhehla

  • @IqhaweLemveloOfficial
    @IqhaweLemveloOfficial2 жыл бұрын

    Thokoza mntomdala siyabonga kakhulu🙏

  • @moirafrankson3688
    @moirafrankson36882 жыл бұрын

    @Constance Thomas In agreement ! Absolutely amazing ! Thank you for this clip Mkhulu.Amen!

  • @user-ny4ir8ff1v
    @user-ny4ir8ff1v Жыл бұрын

    Wachaza kahle mkhulu, iNkosi ikwandisele.......kodwa mkhulu awusachazanga ukuthi lezidalwa zihlanganiselwa kuphi ngoba uthe akufanele lomsebenzi wenzelwe kithi nakomalume....kanti wenzelwa kuphi ngempela?.......ngiyothokoza ukuthola impendulo.🙏🙏......Makhosi👏👏

  • @kedibonekgoete795
    @kedibonekgoete795 Жыл бұрын

    That's true let's take care of the environment by keeping it clean. Thokoza Mkhulu 👋👋

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile76943 жыл бұрын

    Wakhuluma ngendaba ejulile Mkhulu

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola75223 жыл бұрын

    I jst Subscribe.... Ngibonge usazophendula imbuzo yami

  • @manqobablessing5719
    @manqobablessing57192 жыл бұрын

    Siyabonga mkhulu ngemfundiso

  • @user-zy1nx1qt6m
    @user-zy1nx1qt6m7 ай бұрын

    Siyabonga mkhulu 👏

  • @nicolemanqana8818
    @nicolemanqana88182 жыл бұрын

    Camagu Mkhulu👏👏

  • @siphiwesessie8252
    @siphiwesessie82523 жыл бұрын

    Maye uyichaza kahle khehla siyabonga kakhulu

  • @thabanemkhize9228
    @thabanemkhize92283 жыл бұрын

    Wachaza kahle Makhosi 🙌

  • @constancengwenya5534
    @constancengwenya55342 жыл бұрын

    Amen NDLONDLO imfundoso enhle

  • @janemaredi2554
    @janemaredi25542 жыл бұрын

    Ngiyabonga Mkhulu🙏

  • @preciousmashile6765
    @preciousmashile67652 жыл бұрын

    profound Gogo thokoza gogo

  • @thabilemantjie148
    @thabilemantjie1482 жыл бұрын

    Wow! Thank you very much about the teaching and information. What an eye opener. I know nothing about isintu, would like to know more about umsamo. Please help the children growing up for the elders are brainwashed.

  • @loveandlight3486

    @loveandlight3486

    Жыл бұрын

    💯🎯

  • @sabeloqwabe6814
    @sabeloqwabe68143 жыл бұрын

    Syabonga mkhulu

  • @sthabisozwane1817
    @sthabisozwane18173 жыл бұрын

    Syabonga kakhulu, kuzwakele okningi.💯🙏🏾

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube39182 жыл бұрын

    Siyathokoza Siyabonga...

  • @phumlanimbuthuma8279
    @phumlanimbuthuma82792 жыл бұрын

    It make sense well said

  • @ZandileestherTshabalala-eu1pd
    @ZandileestherTshabalala-eu1pdАй бұрын

    Syabonga mkhulu .

  • @SamkelisoGumpo-eu1ow
    @SamkelisoGumpo-eu1ow2 ай бұрын

    ngiyabonga mfundiso yakhu mkhulu ..ngihlezi ngiphupha ulwandle ke mina

  • @mahlehhleh7236
    @mahlehhleh72362 жыл бұрын

    Dlakadla 👏🏽 Msuthu 👏🏽 NkabayeNkosi 👏🏽 Mfiso 👏🏽 Lubelo 👏🏽 Thokoza Mkhulu 👑❤️🐆

  • @drtobekapamla3273
    @drtobekapamla32732 жыл бұрын

    Wow…thank you☺️

  • @claricegwanya9906
    @claricegwanya99062 жыл бұрын

    Kodwa Kuba amawele akhungayo. Ngiyazi muntu obeyo wele engafakanga ishumi wagula emva kwalokho. Waze wayo lala esbhedlela. Akukho kumanje emhlabeni.

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o5 ай бұрын

    Abantu mabahloniphe amanzi ngempela ngoba cha into abayenzayo emanzini imbi kakhulu,bavele bashiye izinto kanjalo nje,ingakho sekuba neyikhukhula kanje

  • @samelosamza5923
    @samelosamza59233 жыл бұрын

    Waychaza Kahl mcoolu siabonga

  • @fideslegoale9611
    @fideslegoale9611 Жыл бұрын

    Ngiyabonga kakhulu ngalolu lwazi engilutholanamhlanje Bengingakwazi kubaluleke ngalolu hlobo ukuya emanzni

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu6 күн бұрын

    Syabong Mfiso Dlakadla mina angisondeli emanzini ngyasaba kodwa angkaze ngenzeke lutho ngelinye ilanga ngangeqa emfleni ohambayo kodwa ngangihamba phezu kwepayipi lokweqa kulomfula ngathi ngibuka ngaphansi emfuleni ngabona inyoka engingakaze ngibone ngisho kutv kodwa ngingayidweba yayinkulu ngalendlela engachazeki yayimnyama inekhanda elimhlophe amehlo kwakungathi ubuhlalu obubekiwe yayingabukeki manje ngcabanga ngathi ikho ngisaba

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    6 күн бұрын

    Thokoza lubelo cha mbikiza wabona isilosamanzi umnikazi unenhlanhla kukhomba ukuthi wembethwe idlozi elikhulu

  • @namandlamchunu1888
    @namandlamchunu1888 Жыл бұрын

    Ngiyabonga mkhulu uyichaza kahle

  • @xoliswakali15
    @xoliswakali152 жыл бұрын

    Ibululekile indaba yoku qoqa after you are done. Sihloniphe amanzi. We must keep it clean...

  • @user-rz4ml8mh5p
    @user-rz4ml8mh5p10 ай бұрын

    i had a back when i was watching the video...

  • @mbalinene5891
    @mbalinene5891 Жыл бұрын

    Thokoza 👏👏mkhulu

  • @tandiwekeswa9798
    @tandiwekeswa97982 жыл бұрын

    Amen mkhulu cel kubuz kusuk kwenzenjn uma uyil emanzin kodw kudlul kuzifanel nje kungab khon mehluk empilwen yakh cel impendul okhathazekil

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    2 жыл бұрын

    Thokoza mntanami kusuke kunganqondananga

  • @tandiwekeswa9798

    @tandiwekeswa9798

    2 жыл бұрын

    @@KwaZulayithole amen mkhulu ngyabong kakhul ngencazel yakh lesim sesingenz ngalahlekelw lithemb

  • @zethuwelile2554
    @zethuwelile25542 жыл бұрын

    Molo mkhulu waze wasichazela kamnandi Syabonga

  • @NonhlanhlaMthethwa-z5e
    @NonhlanhlaMthethwa-z5e21 күн бұрын

    Syabong mkhulu ukusazis NATH ukuth if silashw singavum ukuncolisa amanz nendaw

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    16 күн бұрын

    Ngiyathokoza

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase13143 жыл бұрын

    Injalo Mkhulu

  • @neotaunyane9774
    @neotaunyane97743 жыл бұрын

    Mina nginenkinga yomfula ukuphupha ngawo

  • @PrincessNessa-f4k
    @PrincessNessa-f4k2 жыл бұрын

    I was scared of getting in the water but you just helped me a lot.

  • @mohamedmbhense8026

    @mohamedmbhense8026

    2 жыл бұрын

    how ? you were suppose to go to water

  • @mayievethe7560
    @mayievethe75602 жыл бұрын

    mkhulu ngiyakuzwa mina

  • @sithembisogama6914
    @sithembisogama69142 жыл бұрын

    Can't wait for part 2

  • @nthabisengmohale1549
    @nthabisengmohale15492 жыл бұрын

    Wayikhuluma indaba ebalulekile mkhulu makhosi ngonyama yomsamo

  • @nhlanhladj
    @nhlanhladj2 жыл бұрын

    Makhosi 👏🏿👏🏿👏🏿

  • @thabang1907
    @thabang19072 жыл бұрын

    I'm grateful for this although I don't understand big parts of it

  • @sinenhlanhlamchunu1459
    @sinenhlanhlamchunu14592 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu, ngsacela ukubuza ukuthi umuntu nje ongeyena umelaphi noma umthandazi. Uyakwazi yini ukuvele aziyise wena emanzini olwandle, empophomeni ungahambi nomthandazi noma nenyanga

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    2 жыл бұрын

    Thokoza mntanami yebo uma uhlambululile

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola75223 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu ngabe kuchazani ukuphupha inyoka enkulu eBrown ihamba edongweni kaMakhelwane engizwana naye iyongena kwakhe yena emi emnyango ngithi mina akasuke nansi Nyoka athi uzoyidubula

  • @rethabilempalweni6741
    @rethabilempalweni67414 ай бұрын

    Ngibonga mkhulu 🙏🙏🙏

  • @MzimasiBeba-sz7jv
    @MzimasiBeba-sz7jv26 күн бұрын

    Makhosi Mkhulu ❤

  • @thembangubane8763
    @thembangubane87632 жыл бұрын

    Cha uyayshaya mkhulu

  • @leratomonegi3337
    @leratomonegi3337 Жыл бұрын

    Thokozani Mkhulu 🙌

  • @russellsephi281
    @russellsephi2812 жыл бұрын

    Thokozani 👏👏

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela19652 жыл бұрын

    Ayi uqede ungethole 🙏🙏🙏

  • @jakujajakuja5392
    @jakujajakuja53922 жыл бұрын

    Thokoza Ndlondlo, Thokoza MntwaneThongo. Akubongwa eZihlweleni...

  • @nomankanyambawasebukhosini7618
    @nomankanyambawasebukhosini76182 жыл бұрын

    Aeu wakuthinta abantu abangakwrnzi nokuba amanuku webabo

  • @mandlathapelo4829
    @mandlathapelo48293 жыл бұрын

    Ngyaqala ukuphuwula cishe kuwowonke ama video eseke ngawabuka thokoza mkhulu awu wakhuluma kamnandi yaz khula thongo

  • @nwabisankosazana2423
    @nwabisankosazana24232 жыл бұрын

    Ngyabonga kakhulu mkhulu🤌🏼❤️

  • @calisilephepsile5821
    @calisilephepsile58212 ай бұрын

    Kuyevakala Mkhulu 🙏

  • @Princess-Qiara
    @Princess-Qiara2 жыл бұрын

    Mkhulu ngicela usichazele uma uphupha osolwandle ezinkathini eziningi ingabe kufuneka wenzeni mawufika khona sewuqedile ukuphahla nokukhuleka

  • @user-tf7bb8ow6i
    @user-tf7bb8ow6i7 ай бұрын

    Ngiyabonga mkhulu,lolwati lujulile kakhulu

  • @DuduMsomi
    @DuduMsomi8 ай бұрын

    Thanks Mkhulu

  • @thandiekhambule3097
    @thandiekhambule30972 жыл бұрын

    🙏🙏🙏🙏

  • @siphiwemthembu1542
    @siphiwemthembu15423 жыл бұрын

    Thokoza mkhulu uhamba wedwa siyabonga

  • @madodasimelela5071
    @madodasimelela50712 жыл бұрын

    Bendingawaqondi amand ndiwavile namhlanje.

  • @sandisiwehomo3515
    @sandisiwehomo35152 жыл бұрын

    ❤️❤️❤️❤️

  • @Princess-Qiara
    @Princess-Qiara2 жыл бұрын

    THOKOZA MKHULU Ngicela ukubuza uma uphupha indlu yakini yakhiwe kabusha phezu kwendlu endala kuchazani? Nokuthi uphuphe umuntu ongamazi ethi uwumtana kababa wakho

  • @zahfakazi
    @zahfakazi Жыл бұрын

    Amen Mkhulu ngikuzwa kahle manje lento ingizwisa ubuhlungu ,💔😭 kakhulu ngoba yonke lento evela Lana iyenzeka Kimi emaphusheni amazinzi ahambayo mfula ngiyaphupha ngihamba nawo ngelinye langa ngahamba nawo ngafika ngaphesheya sibaningi umuntu nomuntu uqonda kumuntu wakhe ngaphesheya kunabantu abasilindile mina kwakungu gogo othile mangifika kuye ngaguqa njengabanye wavele wangixosha waty buyela emuva uyobuza ku mama wakho ukuty kushoni mufika phesheya komfula uxoshwe waty wamba mina ngisalindele umcebo omkhulu kuwe uyapy Lana ungaphethe lutho mina ngisafuna amakhwantamu awu 24 kuwe nemali ft lokho kuzokwenzweka 💔😭 manje angaz kushoni ngelinye langa kwaba lulwandle lwahamba NAMI mangifika Lana lwalungisa khona ngafica abantu abaningi bebhince amabheshu behlezi esibayeni ngaphaphama 💔😭 manje sengiphupha luzongilanda ekhaya qobo manje angazi Mkhulu sizabakity sengesaba ngisho ukuyobhukuda nezinye izingane ngohlala eduze nolwandle kodw angiyi nakuya ngenxa yokusaba ngelinye langa sizihlalele eduze kwalo ngaphandle ngavele ngambona into efana nenkosazane ity shwi emoyeni phakaty olwandle ngingaphuphike lapho kwenzeka life ngavele ngabaleka lekelela Mkhulu Mngomezulu kunzima manj Kimi 💔💔😭 nosekungithusa kakhulu okomsamo ukuty uma uncolile awubuyi ngineqiniso owami uncolile vele umndeni wami ukhohlakele manje Mkhulu angisazi ngophelelapy mpilo Yami 😭😭😭😭😭😭😭

  • @zahfakazi

    @zahfakazi

    Жыл бұрын

    Noma ngubani bkt ongangisiza ngicela avele bandla ngikhathazekile kakhulu ngise Thekwini Bluff pls 🙏💔😭😭😭😭😭

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    Жыл бұрын

    @@zahfakazi thokoza mntanami ubongifonela 073 665 1332

  • @zahfakazi

    @zahfakazi

    Жыл бұрын

    @@KwaZulayithole thokoza Mkhulu zokwenze njlo 💔🙏

  • @PreciousMbatha

    @PreciousMbatha

    2 ай бұрын

    Asethembe wasizakala Jehova. Kodwa uxoxa amaphupho okmele aziwe uwe kphela okuyingcebo yakho.

  • @mbalentlemba4643
    @mbalentlemba46432 жыл бұрын

    🙏🙏🙏

  • @thabihadebe3338
    @thabihadebe33382 жыл бұрын

    Thokoza mkhulu ngiyabonga ukusifundisa

  • @nkanyisorichmancele3826
    @nkanyisorichmancele38262 жыл бұрын

    Wathinta yona le yokushiya kuhlanzekile uma ukade uqeda kusebenza ngezinkukhu mkhulu. Sekukaningi sihlangabezana nesimo esikanjalo empophomeni, kona ngingeke ngikubale konke okungamaphutha okwenziwayo kodwa ngiyathemba nje ukuthi le video izobonwa iningi lithole ukufunda ngokubaluleka kok'gcina inhlanzeko endaweni yobuncwele, bayede mkhulu🙏

  • @dudusimango797
    @dudusimango7973 жыл бұрын

    Mkhulu

  • @2bafana
    @2bafana3 жыл бұрын

    Thokoza

  • @PraiseKutama
    @PraiseKutama4 ай бұрын

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola75223 жыл бұрын

    Mkhulu akupheli isonto ngingaphuphanga ngoLwandle ngilubalekela ngaya Lastweek khona after 2days ngaphupha ngikwi Pool eDip ngivele ngekhanda ngathuka ukuthi ngingene kanjani ngazama ukuphuma kwaphumeka lapho angikwazi ukubhukuda ngabe kuchazani?

  • @thulaneandries7523
    @thulaneandries75232 жыл бұрын

    Asengitsatse letfuba ngibonge Mkhulu khona lebengingakwati kodvwa nyalo sengiyakwati.No2 bengicela kubuta kuwe Mkhulu if nginesphiwo sabantfu labadzala ngiyatihambela na kuya kothwasa noma ngilindza bona bangitjengise lapho ngiyophotfula khona?ngicolise ngokuba mude.

  • @wandilegcwabaza7836
    @wandilegcwabaza78362 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu.... Ngicela ubuza kuthi kuchazi leliphupho.. Ngaphupha ngiko malume ngemumva komuzzi kusiziba ku ngath Mina ngangisemvakwendlu nomtwana Ka malume simile.. Bese Mina ngiqalaza esizibeni ngabona kuphakama Amanzi kathathu Kanye Kanye... Bese ngiyathuka ngikhombise lo engimi naye athi kimina aibo Musa ukuyisho leyonto mawubona izinto, aphinde athi mhlampe inhlanhla yami... Aiii sibaleke siyo ngena Ka Round Ka gogo bese min ngingasemnyango ngizwe izwi lomuntu owumama ekhuluma kimina ethi ucela lomuntu olahle insimbi yakhe ayibuyise njengamanj ngob kuzoba nenkinga... Ebese ngiyakhumbula kuthi imina bengiqoqa endlini... Kukhona insimbi nje encane ihlonyiwe kugodo laka round ngayilahla.... Ngithuke bese ngiyayibheka fthi ngiyithole.... Mase ngiyitholile ngiye emsamu ngiixolile ngikhanyise makhandlela elimhlophe neli yellow ngixolise ebese ngiyibeka emsamu... Ngase ngaphapham ke

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    2 жыл бұрын

    Thokoza mntanami lapha kunesimo sokuphakama kwedlozi elisemanzini elingumndawe wamanzi elidinga ukulungiselwa izinto zalo, liphezu kwakho lelidlozi lisazokuhlupha kakhulu Uma ungalilungiseli

  • @cynthiamdluli8957
    @cynthiamdluli8957 Жыл бұрын

    Thokoza mkhulu amanzi anjani isiphethu futhi enzani,

  • @KwaZulayithole

    @KwaZulayithole

    Жыл бұрын

    Thokoza mntanami lawomanzi aphuma ngaphansi komhlaba aqhubukele phezulu, amanzi asiza ukugeza izibopha kanye nezinhlambuluko

  • @clizoromangcobo4438
    @clizoromangcobo44382 жыл бұрын

    Thokoza khehla ngcela ukubuza ukty uma ulwandle

  • @thabisilepalegrina1128
    @thabisilepalegrina11282 жыл бұрын

    SIYAKHULEKA EMAKHOSIN AMAKHULU 🙌🙌 SIYABONGA MKULU ULANDE KONKE MKULU AWSHIYANGALUTHO ABALULUKILE AMANZI, MINA NGINGU MTWANA WAMANZI ENGATHI UZULU OMNYAMA ANGAWAHLONIPA AMANZI KUSUKELA NAMHLANJE OR NGOKULALELA LE VIDEO, BAPINDE NABELAPHI BASIQOQELE ABEKADE BEKUSEBENZISA EMIFULEN, MPOPOMEN, LWANDLE ETC, NGIYABONGA 🙌🙌🙌 NGONYAMA 🙌🙌🙌