Idimoni | Amathunzi Amnyama | Gogo Bathini Mbatha TV | The only Bookings Line: 035 799 5703

The only Bookings Line: 035 799 5703

Пікірлер: 68

  • @davidntimba9327
    @davidntimba93274 жыл бұрын

    Yiqiniso elingephikiswe ukuthi idimoni alimhlaseli umuntu ongenalutho. Idimoni alimthinti umuntu ongenamaphupho empilweni. Futhi idimoni alisondeli kumuntu ongenazifiso zempumelelo empilweni. Maye uyasakha gogo. Ngiyaphinda futhi, lesi ngesinye seziphiwo zakho owazalwa naso mfokaMbatha - akuzona izeluleko lezi, yimicibisholo uqobo. Siyabonga Shandu. Thokoza gogo. Thokoza Njingalwazi yamaThongo. Maluju!

  • @bongumusadlamini3072
    @bongumusadlamini30724 жыл бұрын

    Thokoza gogo! Ngokusa kwanamhlanje ngiphuphe ngiseEastern Cape ngiyofuna usizo kumuntu osebenza ngokwesintu. Ngahamba ngafika emzini obusekugcineni phezu kwentaba, ngathola izalukazi (omama) izine ezihlolayo, zaningihlolela, zangitshela ukuthi kunento eyafakwa kimi eyenza ngize ngisindelwa emahlombe. Zangibeka izandla, emvakwalokho ngabanjwa imimoya, ngahabiya ngendlela engajwayelekile. Kodwa ekugcineni yaphuma lento abebezama ukuyikhipha. Ngicela ungihlaziyela leliphupho, noma ungicebise uma kukhona ekumele ngikwenze.Ngiyabonga kakhulu

  • @mabooajames3522
    @mabooajames35223 жыл бұрын

    Thokoza gogo when I fill down everyday your channel tv make me that the is help

  • @nhlakaniphomadlala1917
    @nhlakaniphomadlala19174 жыл бұрын

    Like langizama nami idimoni Salukwazi ngingenelwa ukudikibala ngingakutholi ocingweni kodwa ngayilwa leyo micabango kakhulu futhi and ngizonqoba ngoba ngiyazi ezami izinto its not an over night kinda thing and mostly zenzeka ngesikhathi ngingazigadile kakhulu ngibone sengiphumelela. Ume njalo Shandu kaNdaba. Inkosi yomusa uNyazi lweZulu lube nawe..... Amen

  • @sivuyilegladratazayo6577
    @sivuyilegladratazayo65774 жыл бұрын

    Thokoza gogo. Watching your videos has changed my lifes perspective to the world in general. Thank you

  • @gcinamabaso5698

    @gcinamabaso5698

    4 жыл бұрын

    Same here bro, as a Born Again Christian he brought me back kancane kancane

  • @pauli_phonic
    @pauli_phonic4 жыл бұрын

    My mother inlaw unedemoni she never wants to me happy with her daughter but she portrays herself as a Christ believer 😢

  • @dr.gogobathinimbathatv

    @dr.gogobathinimbathatv

    4 жыл бұрын

    I know those once

  • @pauli_phonic

    @pauli_phonic

    4 жыл бұрын

    @@dr.gogobathinimbathatv Yini vele every weekend she'll pick on me?

  • @wpp1586

    @wpp1586

    4 жыл бұрын

    Ngibasabi kabi labo.

  • @lungileshoyisa9473
    @lungileshoyisa94734 жыл бұрын

    Thokoza gogo ngazozonke izimfundiso osinika zona every day unkulunkulu akubusise gogo cela nami ungibeke emkhulekweni nami ngize ngifike kuwe 🙏🙏🙏

  • @masilephillip3985
    @masilephillip39854 жыл бұрын

    Thokoxa Gogo.Thanx Salukazi se ndoda.Stay Blessed and grow more Maluju

  • @sophiemanqele3066
    @sophiemanqele30664 жыл бұрын

    Hayi ugadlile, baba ngiyabonga ngithanda nje iqiniso nokuhleleka kwakho.

  • @melodiemothapo3718
    @melodiemothapo37184 жыл бұрын

    I can’t stop crying 😭

  • @hlengiwepwmsomi1177
    @hlengiwepwmsomi11773 жыл бұрын

    Wow, I needed to hear this. Thank you Gogo

  • @thomiakhumalo1363
    @thomiakhumalo13634 жыл бұрын

    Sawubona gogo Shandu, amademons ayinkinga empilweni yomuntu Uqinisile gogo Futhi siyambonga umuntu ofana nawe usifundisa izinto eziningi ekade singazazi Thnx a lot

  • @lufefenyembezi5302
    @lufefenyembezi53024 жыл бұрын

    GOGO MNA NDIKUVILE👏👏👏 NDIYA MBULELA UMDALI NGAWE👏👏👏

  • @phindosolwandle7530
    @phindosolwandle75304 жыл бұрын

    Yhooo Gogo uthetha inyani liyadika dimon likwenzisa izinto ngazthandiyo ..ndiyabulela Gogo

  • @shapeshiftermajik8317
    @shapeshiftermajik83174 жыл бұрын

    Aw Gogo👒👒👒👒

  • @snenhlanhlaziyanda5585
    @snenhlanhlaziyanda55852 жыл бұрын

    Hmm nkosi abantu eaphila nabo😪💔bathakatha ngezi nhliziyo

  • @sihlennkinkqa3786
    @sihlennkinkqa37862 жыл бұрын

    Needed to hear this! 😫

  • @homolangmagoro
    @homolangmagoro4 жыл бұрын

    Thokoza Gogo you really talking to me....I shouldn’t let demons consume me.

  • @tahaerabanda9605
    @tahaerabanda96054 жыл бұрын

    Thokoza Gogo 🙌

  • @khanyisanimkhombe2544
    @khanyisanimkhombe25444 жыл бұрын

    Ngiphakathi kwayo iU-TURN Gogo beselingihlasele idimonie but still patient in the process.

  • @norahnkosi4617
    @norahnkosi46174 жыл бұрын

    Yo I know that demon. Lifuna Vele uright uqale Ufebe bakushiye. Thanks Gogo for your help.

  • @pearln2308

    @pearln2308

    4 жыл бұрын

    🤣🤣🤣🤣

  • @norahnkosi4617

    @norahnkosi4617

    4 жыл бұрын

    @@pearln2308 uyahleka girl 🤣🤣

  • @asandamfihlo1171
    @asandamfihlo11713 жыл бұрын

    Thokoza Gogo 🕯️👏

  • @nomathembadzinotyiwei8077
    @nomathembadzinotyiwei80774 жыл бұрын

    The devil comes to kill, steal and destroy.

  • @sbusisoayanda5253
    @sbusisoayanda52534 жыл бұрын

    Siyabonga awutholanga i corona ubuye kahle endiya.

  • @quentinmongalo5835
    @quentinmongalo58354 жыл бұрын

    Gogo what will happen if you and your enemy are going to the same traditional healer

  • @TaMundas
    @TaMundas4 жыл бұрын

    Kwande Mavulakuvaliwe Kimizi Yamany' amadoda! Makwande!

  • @sinalofaya9536
    @sinalofaya95364 жыл бұрын

    Thokoza Gogo, I'm a firm believer kwi Sintu sakithi, I've seen their wonderful work izinyanya zasekhaya ezenza ngakho. I'm a university student so ngiyazi ukuthi iDlozi alibongwa ngoba lenza umsebenzi walo, my question is what do I need to do in terms of myb ukushungqisa izinto ezifana nempepho just to acknowledge their presence in my life without me having to go to Inyanga?

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama4 жыл бұрын

    Gogo ngathi ukhuluma ngami la izinto zangimoshakalela izinto sezihamba smooth empilweni kwamoshakala konke

  • @andileblessingshange3505
    @andileblessingshange35054 жыл бұрын

    Mina ngeke ngvume ukuhamba nedimoni gogo

  • @chelengwenya6965
    @chelengwenya69654 жыл бұрын

    Eishy kuyabheda mpela

  • @bongarati9918
    @bongarati99184 жыл бұрын

    Ndimlowo baba.

  • @zanelechamane8047
    @zanelechamane80473 жыл бұрын

    Thokoza gogo impilo yami ishintshile njengoba ngithola ulwazi olungaka

  • @slindilengema9389
    @slindilengema93894 жыл бұрын

    Gogo cela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha uphahla ngigqoke izingubo ezimhlophe ngezwa sengathi kuvuka umoya ngezwa izwi lithi ngingasabi.manje angazi ukuthi fanele ngenze njani.

  • @sinethemba-fuyizilo
    @sinethemba-fuyizilo4 жыл бұрын

    do you have video about dreams I would really love to get to know more about dreams. I dream a lot of strange and scary things .

  • @antoinetteshambo7979
    @antoinetteshambo79794 жыл бұрын

    Thokoza gogo ukusipha ulwazi olujulile

  • @luthandokhuzwayo2095
    @luthandokhuzwayo20954 жыл бұрын

    Ayi madoda😢😢

  • @sanelenxumalo2058
    @sanelenxumalo20584 жыл бұрын

    Gogo um a Videographer and would be Glad if I could work with you in terms of editing your Videos.. perhaps we could add subtitles to limit language barriers and some other things

  • @wisemanmdlalosemdlalose8298

    @wisemanmdlalosemdlalose8298

    4 жыл бұрын

    Send me your numbers!

  • @sanelenxumalo2058

    @sanelenxumalo2058

    4 жыл бұрын

    @@wisemanmdlalosemdlalose8298 0685321558

  • @wisemanmdlalosemdlalose8298

    @wisemanmdlalosemdlalose8298

    4 жыл бұрын

    @@sanelenxumalo2058 thanks will be in contact I think we can do business

  • @sanelenxumalo2058

    @sanelenxumalo2058

    4 жыл бұрын

    @@wisemanmdlalosemdlalose8298 okay Thank You.. you can also reach me through email address sanelenxumalo8@gmail.com

  • @nvmkhungo2570
    @nvmkhungo25704 жыл бұрын

    Ukfika kwami eGoli 2013, it was just a month ngiseThembisa. One day ngilele, ngaphupha ngisentabeni where I could see the whole of Joburg. Mangithi ngyabheke kunamadoda amabili ayizigora afake ama mask amnyama neziketi ezimnyama ephethe isitswebhu. Lamadoda angiphe izimpondo eziyigolide athi: "Phakamisa lezimpondo ufise konke okufunayo empilweni be it umcebo Noma imfuyo. Usho ngenhliziyo & in exchange kuzophuma umphefumulo wakho." Nami ngazithatha lezimpondo ngaphakamisa ngathi:"Ngicela ukuthi uNkulunkulu ahlale enami ngasosonke isikhathi." Kwaba sengathi lamadoda ayasizwa isifiso Sami, so I kept on saying the same thing bona bengishaya ngesitswebhu but I kept on saying the same thing. Ladlula leliphupho & shifted to another location. The next thing I see myself in another location tied up on a railway. Out of nowhere kwaqhamuka a huge rock lizongicindezela. Ngithe ngbina lelidwala kwaqhamuka my late grandmother wahlala phambi kwami idwala lamushaya wanqamuka imilenze. After that ngaphaphama ngphethwe yikhanda & scared. I've never been so scared in my entire life in that it took me 30 minutes to actually get out of bed & pray.

  • @nkosinathibuthelezi3876
    @nkosinathibuthelezi38764 жыл бұрын

    Syabonga salukwazi sendoda izwilelo

  • @siyethembankosinathi7552

    @siyethembankosinathi7552

    3 жыл бұрын

    Ngiyavuma gogo anginamazwi

  • @nhlanzekonhlanzeko4908
    @nhlanzekonhlanzeko49084 жыл бұрын

    thokoza gogo. uyakwazi ugogo ukulapha isitshopi?

  • @injebomvu
    @injebomvu4 жыл бұрын

    Gogo liyini idimone ,ngoba abakholwayo bathi amadlozi yiwo amadwmoni! ?

  • @noluvuyomthetho897
    @noluvuyomthetho8974 жыл бұрын

    uNkulunkulu akubusise Gogo..

  • @dbndlamini2825
    @dbndlamini28254 жыл бұрын

    Yini I Dimoni ngokwesintu?

  • @hamletnaledi4267
    @hamletnaledi42674 жыл бұрын

    Thokoza gogo bathini locksmith i like ur words uyangibusisa can i get ur email baba.

  • @luthandokhuzwayo2095
    @luthandokhuzwayo20954 жыл бұрын

    Can i call you my mentor. Please

  • @phakamamkhize9268
    @phakamamkhize92684 жыл бұрын

    Ay salukwazi sendoda ngiyalivuma lebhavu olisebenzisayo

  • @simphiwemthimkhulu2086
    @simphiwemthimkhulu20864 жыл бұрын

    Yaphela Nya relationship Yami ngiplana ukshada nendodakazi kamama onomona Waze wayiqashela umuntu ozoyhlolela amanga ngami ey madoda,ngyabonga ngale video yanamuhla ngazizwa nginokuthula ngaphakathi.

  • @pearln2308

    @pearln2308

    4 жыл бұрын

    Mbonge uNkulunkulu nabakini. Bakukhipha ebunzimeni usathi uyozifaka. Imagine going through that usuShadile. You were going to be miserable. You are blessed, hope u find a woman that will be your queen. 🙌🕯️

  • @simphiwemthimkhulu2086

    @simphiwemthimkhulu2086

    4 жыл бұрын

    @@pearln2308 thank you so much Pearl for you kind and comforting words I hope some day I really find my Queen kodwa sengyabasaba Abantu besfazane...

  • @thembelanelsonzwelidumilem2403
    @thembelanelsonzwelidumilem24034 жыл бұрын

    Yhaa nhee. I can relate to today topic. Enkosi, kodwa ngeke lilunge kum. can you share your email please.

  • @dr.gogobathinimbathatv

    @dr.gogobathinimbathatv

    4 жыл бұрын

    Gogo@bathinimbatha.co.za

  • @djlazz9782
    @djlazz97824 жыл бұрын

    Gogo sibonge for these great content kodwa I think your infomation on demons is limited they are many kinds of demons. when you speak about imishado emoshekayo etc ukhuluma about witch craft which we call Black magic... demon is an oft-malicious spirit from the Fade that embodies a sin or negative emotion and that feeds on the darker parts of the mortal psyche like rage, hunger, and desire. My Question to you Gogo what your take on demon possession because a demon to manifest it must have a host ... take a story of Jesus wen he found a Guy who was posses with demons uwayehlala emathuneni kwathi mayewakhipha abuza ukuthi siyekuphi ...than jesus send them to the pigs

  • @dr.gogobathinimbathatv

    @dr.gogobathinimbathatv

    4 жыл бұрын

    I respect your opinion....

  • @djlazz9782

    @djlazz9782

    4 жыл бұрын

    @@dr.gogobathinimbathatv same these said Gogo people like you must be treasured ..

  • @thamsanqakhoza4554
    @thamsanqakhoza45544 жыл бұрын

    Is it the demons fault or is it abantu abathakathayo straight???

  • @thobanimnqobi7896
    @thobanimnqobi78964 жыл бұрын

    NGATHI MELE VELE FAKE iMALI NJE KUWENA ALL UR VIDEOS AND UPLOADS USHO MINA NJE NGQO

  • @mboniswakunene5742
    @mboniswakunene57424 жыл бұрын

    Ey mina sengithembe wena Gogo, idimoni lihleli alifuni kuyandawo... kmele silisuse Locksmith🤔