HAWU!! Ihlazo kaZulu - Kukhala u Ngizwe Mchunu addressing the nation.

Спорт

Пікірлер: 24

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @buyisiwenhlaponhlapo4749
    @buyisiwenhlaponhlapo4749 Жыл бұрын

    Igama kwauvele kuyilo leli weMbhemu. Shintshani iMoses Mabhida kuqala. Nizosihhemela la

  • @mpumelel
    @mpumelel Жыл бұрын

    I Chunu likhuluma iciniso kulendaba

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Vele uhlobe ngehlazi niyakwazi nje lokho ukty kusho ukuthini lokhu okushiwo umongameli wamabhica ankwazi kodwa nithi uyabheda kubheda nina

  • @njabulosbiya289
    @njabulosbiya289 Жыл бұрын

    Leliya bhilidi lalivele libizwa ngaye uShenge manje yini inkinga, Ngizwe ayikho into ewrong la kulungiswa iphutha lana elenziwa phambilini.

  • @mphenigasa2902
    @mphenigasa2902 Жыл бұрын

    Yazi wena Ngizwe usuphapha futhi ugaxela kakhulu. Yeka ukugaxela kwezeNkatha.

  • @masindisony9382
    @masindisony9382 Жыл бұрын

    Wakhuluma ngizwa bafothu

  • @nickkhumalo6356
    @nickkhumalo6356 Жыл бұрын

    Ushayile la mfo ka mchunu. We dint like any nons6of the disrespect of our king Misuzulu, regardin6his protection

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Ngisho bebheda

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Thina nje sinenkinga yamanzi endaweni yethu kwambonambi esigaganeni kwesakwamthethwa

  • @bongiwezungu8104
    @bongiwezungu8104 Жыл бұрын

    WeMchunu, awukaze ukhulume ngesikhathi iANC ikhipha igama ebhilidini elakhelwe ukuhlonipha yena, libizwa ngega eliyihlaazo

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Fundani isizulu bakwethu

  • @mqobinzuza7942
    @mqobinzuza7942 Жыл бұрын

    Uqhumbuse izinduna ebusweni Cele😅😅😅

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Nm ngiyamuzwa ungizwa akufanele umehlulele ungizwe kufanele umlalele kahle bese ke uyabeka ngaye ngempela izinto ahlale ezisho ziyiqiniso

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @khayamdakane5717

    @khayamdakane5717

    Жыл бұрын

    ​@@vusimngomezulu2500 uyabona Mngomezulu uyinkunzi mfwethu lento oyikhulumayo nami ngake ngayisho ngoba akekho umuntu okhulumela abantu bakithi abamnyama abaholi be ANC basezikhundleni kwakulwa thina nabelungu on the ground, abaningi babaleka bayocasha emazweni angaphandle sasala salwa mabebuya babona thina ebesilwa emzansi sibulawa amabhunu siziohukuphuku sekuyibona abahlakaniphile kunaloko bacindezela thina ndlu emnyama uMalema no Ngizwe amaqhawe lawo amahlazo eANC avele obala ngenxa yabo

  • @mlangenirogers1238
    @mlangenirogers1238 Жыл бұрын

    LOMSANGANO OWU NGIZWE KAZE U ZALWA UBANI

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Manje kumele senze njn ke bafuna khona lokhu ukunyelwa nje lezizinja ngoba zidla imali zodwa nje zikhohlisa abantu ngonyaka ozayo sizovotela iqembu esilibona likhuluma ephalament ngoba awukwazi ukty uye ephalamende ufike uthule nje iqembu elibusayo lenza umonakalo bese nothi nina kumele uhloniphe uhambe nje wena uhlonipha wonke umuntu kanti?

  • @nkosinathikhumalo1342
    @nkosinathikhumalo1342 Жыл бұрын

    😂😂😂 PRESIDENT OF THE BHINCA NATION NGIYAKUZWA MINA

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Musani ukujaja umuntu ekhuluma iqiniso uyabona nje kuphethe inkatha laphaya emhlathuze thina siyinkatha kodwa asiboni lutho nje sihlala khona siyabuka nje kodwa unyaka ozayo uyeza manje

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Ngeke phela uhloniphe bonke abantu laphandle

  • @njabulosbiya289
    @njabulosbiya289 Жыл бұрын

    Leliya bhilidi lalivele libizwa ngaye uShenge manje yini inkinga, Ngizwe ayikho into ewrong la kulungiswa iphutha lana elenziwa phambilini.

  • @njabulosbiya289
    @njabulosbiya289 Жыл бұрын

    Leliya bhilidi lalivele libizwa ngaye uShenge manje yini inkinga, Ngizwe ayikho into ewrong la kulungiswa iphutha lana elenziwa phambilini.

Келесі