No video
EPISODE 235 / KWABULAWA UMNGANI WAKHE BEYOBAMBA INKUNZI EHAMBA NAYE NGENXA YEZIDAKAMIZWA
Contact Mp TV1
Calls 081 513 5606
Whatsap 071 281 7509
Social media platform MP MKHIZE DA BEE
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
/ @mptv1
Пікірлер: 108
Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below 👇 kzread.info/dron/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin
how I wish schools all over SA can play these videos for the kids to learn something, S/O prof may God bless you for helping our brothers and sisters, dankie Mashaba mfeto Ill pray for you man
it's how uProf just doesn't give up on these people for me. it's very encouraging bhuti. keep it up❤️
Ncooh Londizwi very intelligent and pure hearted ❤ sengathi ungasizakala bhuti
This is no doubt Mzansi's number one story teller.
Kwesinye isikhathi Uma u Professor ehleka nginokumthethisa. Kodwa la Ku Mashaba cha anginankinga nencane. Nami ngizithola sengihleka. Uthi e serious Abe ehlekisa. Masishane Uma esephume la e stradini uzoba I comedian evutha uphondo. Siyakuthanda Shaba❤❤❤
Akaphinde abuye Profesor uMashaba kube izigameko zodwa 😂😂😂 plz
Ngyaqala ngqa ukubuka ngilalele umuntu la kwi MP TV1 from episode 1 kuze ku fike kule episode... kuze kube izintathakusa.. syabonga Mashaba ukusi understandisa siqonde ngezidakamiswa.. nami abafuwethu laba ababhema iwhoonga sengizobabuka ngenye indlela, hhayi le ebengibabuka ngayo... uMdali akusize Mfuwethu... siyabonga kakhulu ngohlelo lwakho Professor uMdali akuphe amandla.. ungenye yezinsizwa engizihloniphayo.
Kdwa bafo Mpongo Kazingelwayo ❤🙌ngigcwele ngeqiniso lakho mfethu engathi ungasizakala🙏
1:13:13 ❤️😭 how I wish Londi could receive the help that he needs. 🙏🏾 his humility
Arosto nearly killed me phakathi inside prof😂😊
Mashaba indod ayibuy lendod engath inkosi ingkhumbul aphum ezidakamizweni ngfund lukhul kuy
Phakathi inside "angithi yaybo lonto "
@siphesihlesiluma3590
3 ай бұрын
🤣🤣🤣
Ngisemusha laykhaya and I enjoy each and everyone's story♥️, most yelezitori abanikazi bazo we're always top achievers eskoleni, bahlakaniphile. Nginifisela impilo encono unkulunkulu anisize nibuyele emakhaya nikhohlwe izinto zomhlaba♥️♥️. Siyabonga kakhulu nakuwe Prof ngalolu hlelo, may God bless you 🙏🙏🙏
❤❤❤❤for the love of MPtv1...sendkhona
Long walk to mptv1 prof hope lensizwa enezigemegeme ifike kwamphelandaba manje lesi isinyathelo sokuqala kabusha impilo Yayo, yithi abendlamhlathi kamayekisa sibonge kakhulu mnewethu 😎
Unique and logical unpacking❤😂angina lutho we lindo kodwa ngiyafisa ukuhlala nawe,ifikile indaba yakho nase venda..
Mashaba mfethu uyangibusisa ngathi angalokhu ebuyile😂
@BusaniNdlovu-if9xt
3 ай бұрын
Inogazi lensizwa 😂
😊❤Gatsheni uzosizakala ngykuthemba wena okuhle kodwa Izistory zakho ezakwehlela uzixoxa kamnandi 😊uyalandeleka🎉
Engath ungasizakala Mashaba mfe2 and we are proud of you ngokuthi uze ube nesbindi soza kwiMPTV1 ubukwe izwe lonke kusho lukhulu impela... siyacela nathi usenze sibeProud ngawe uphume ngempela ezdakamizweni... Bhuti Professor unkulunkulu akbusise ngakho konke okfisayo syabonga ngokusithandela nokusisizele abafwe2
Siyabonga bhuti Professor ❤ukusiza labantu kodwake sicela ukuthi usibuzele kuMashaba indaba ye ring wayeshadile na oe engaged
Hy sybonga Nkulunkulu wamazulu singasuka kuwesyephi ngoba amandla okusilanda emigodini ksathana akuwe qubekaNkosiymazulu kyiqiniso kuthi lasekudelekhona abantu Nkulunkulu yavela abengumphelelisi wokphila kwethu sybonga nakuwe ndodana okhulumanaye kulendawo uYesu akbusise qhubeka nokusiza bantu sybonga
Syabonga bhuti Professor. Uhlelo luyazelapha izingqondo zabantu ngendlela abathatha ngayo izinqumo. Sbonge nakubo abafwethu abaxoxa ngosizi lwabo.
Awe shabaranks! engath ungasizakala bafo, sasihlala naye ka mkhulu
Wow this guy luv u so much
Mashaba 😂😂beke ngabona yena ngyazi ngzohleka ngidabuke ngibe nesfundo engzophuma naso❤akabuye bo
Very very touchie may da goodlord help him
Koda bakithi ukuyekisa labantu iwoonga .kufana nokusuzela emanzini. Mina ngithi akuvalwe izintuba nezidleke ze woonga Bese kuyima kusizwa amaphara
Lol wangikhumbuza usdumo ethi ngisho ingan yakho iyakunyanyisa mikudlalisa🤣🤣🤣🤣🤣
Ngunezi bengicela abuye ushlangu esihle sinjalo singo gatsheni Uma sike sangena entweni iyasichuma nami ngiyefana Naya kodwa angizisebenzisi izidakamizwa
Luv u too much bra speedy recovery God is good all the time
Awh Mashalab dankie for such an incredible story🤝
Kodwa Bandla ingane Yami. Ave exoxa Kahle, unamahlaya nje ngokuzalwa. uNkulunkulu uyaphila nizosizakala nonke bantwana bami.
Thixo akakuncede bhuty uphume kulobuhlungu ey nkoc uzale umntwana umthande umtotose kubuhlungu kumbona senje yhooo yhooo yin thixo kusiyekelela
Mashaba is a blessing, may the good Lord help him
My home line thank you for taking this serious
Lonke ilungu lejoyinti lihlephukile😅😅😅😅yahlekisa lensizwa❤❤❤Sizakala ngane yami.
Mashaba mfthu ayi si clean story sakho yoo yahleka sdabuke sfunde😢❤
My favourite Mashaba ❤❤❤, more love my brother
Present My Buti ❤️🙌🎉ubuyile Butiza
The end was painful 🥺 it was deep when he apologized 😢😢😢
May da goodlord help him
the most touching episode ,onezindlebe makezwe😪😪😪 life!!!
Awuuu kwaze kwabuhlungu Indaba yomngani wakhe 💔
Syacela abuye prof sifisa asizakale
There is something ngoMashaba Okuhle nomusa njalo ngicela kumlandele❤
😢😢 bhuty proh yazi vele ngakhala lalela VN yalobhuty mft siyambongela bhuty ukt usethethelelwe
Yaze yangihlekisa lensizwa uma ikhuluma ngendaba zamaqhude nani nani😅😅😅😅😅😅
Sengikhona Proff ngila ngezansi
Mashaba ave exoxa kamnandi 🙌🏾🤞🏾
Ngithanda inhlonipho ku Mashaba 😊
yabona uProffesor mase ehleka kwanami ngyahleka seaingamusola nje 😂😂😂😂😂😂
AI cha usathane unesono , Mashaba mfwethu akukhanye , I AM SO BROKEN.
Number 1 part 5 makeze
Prof mfe2 ngigcwele ngoDesparado❤
Bhuti Professor I don’t usually comment I just watch coz nginomngan othe shiqi phakath eydakamizwen, uMashaba indoda akangaqale ahambe sfuna noma uEpisode 9/10 uyahlekisa ubafo 😂 ake umbuze phela ukuth yindaba iminwe yagongobala😂😂
Kodwa voice note bakith syabonga bakith ima ngimxolele khula nawe ndoda unkulunkulu ukuzokusiza
We are here.
Kahle kahle iwunga igqoke usathana ngaphansi owazobhubhisa yonke intsha ukuthi ayidicilele phansi ukuze iziyofa ingelutho bese ifela khona ukuze athi meseyo ngena echibini lomlilo angene nayo yonke intsha ekubhujusweni kwaphakade.😢😢😢
Present😊
Ayibo ayibo ayibo
ULondizwi u-Homeline wami ngifisa asizakale
We are praying for you guys isitha Ngeke kugcine sona
@zuziwe.
3 ай бұрын
Nje sdalo isitha ngeke sigcine
Thina abendlondlo, phakathi inside!!!
Mhhh shame ey iWunga kshuth idimoni ngempela.. 😢😢
Siyamdinga kodwa umuntu ozosifundisa ngemali ofana naty hhay laba abahloniphekile abafaka othayi ukuze sigweme amaphutha esiwenzayo uma sinemali
How many sessions okumele uwa attende until kuqale uhlelo lokuthi usizakale?
Inqwele yangampela lena kade kwasa igudla😂😂
My main character.. Desperado 😂
Phakathi inside bafo😂😂❤
Uphi kodwa uSdumo uMashaba ungkhumbuza yena😂.
😂😂Welcome home😂😂
We miss him Akabuye boh
How is Silga doing Prof?
@monwabisikuboni7540
3 ай бұрын
Ngiyazibuza nami.. hlezi ngithi ngizohlangana naye lana iutho..
Mfana wam usu apology bestrong nd uJehova akuthwale njalo Gatsheni
Umhamha umfundisi kodwa kuyaphuzwa kuyabhenywa kwakhe kanjani?😮😮😮hayi bo.
Part5
Phakathi inside ❤😅
😂 bayithinta leyododa izisholoyono uyanini professor e pmb baningi osinawane laphaya abanye bayalundinga usizo lakho bhunti
Ugalo osulunyuwe😅😅😅❤❤❤
Mfethu ngikufisela impumelelo uluthole usizo ukhuluma into eneqcondo ,
Londizwe mft engat ungasizakala uphume kulempilo
Lensizwa ngyayilandela engathi izimisele kushintsha.
Laphelelaphi iwesheweshe
Ai lensizwa yaphiwa ubugagu jealous down!!!! Ngimfisela ishintsho bandla
Hahahahahaha eish Mashaba hahahahahaha
Sizithilapho izimoto zetau😂
ngitshel kth basazowukhipha bangkhombise u Arost 🤣🤣🤣 yooh mashaba
❤❤❤❤❤
Yhoo drugs kodwa😢
Siyanini emaskandi ziningi iytori eziphuma laphaya😂😂😂❤
@user-yb2gt3uy1u
3 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 Nami mfethu sengifisa ukubona emaskandi
Where is Silga.
Matshaba😂😂
Inja madoda uDesperado 😂
Uslie kanti wabuyela yini Kuma Drugs.
Sicela episode yezigameko Prof. uyasibusisa uMashaba! 😂❤
Part 6 akhekho ?
Bafo so you do check the comments. I have been asking where is Manana bafo.
Qe❤
😂😂😂😂😂😂