EPISODE 231 WAYEDAYISA UMZIMBA EHAMBA NOBHUTI WAKHE UKUZE BABHEME BADAYISA KONKE ABAKUSHIYELWA UMAMA

Contact Mp TV1
Calls 081 513 5606
Whatsap 071 281 7509
Social media platform MP MKHIZE DA BEE
For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
👇
/ @mptv1

Пікірлер: 195

  • @mptv1
    @mptv13 ай бұрын

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below 👇 kzread.info/dron/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin

  • @user-po5qy7ek1c
    @user-po5qy7ek1c3 ай бұрын

    Yabona Proffesor laphe swatini I thank God kuthi wakhuluma with our King labantu abalapho abadayisa I wonga bayazi abadingakali ba searchwa strong..I've been to northwest portchefstroom atsi mangangawane thank u nge Swaziland 🇸🇿 bayalandelelwa strong kuthi ba visite nje bazokwenzan bazohlalaphi futhi..I wish South Africa 🇿🇦 ingenza njalo bayeke lokuthanda imali

  • @sips3896
    @sips38963 ай бұрын

    The first time I started working, the lady that was training me told me that "You are not here to make friends, do your work and go home" I never understood why until I got used to the working environment...I could've easily found myself in the same situation njengalosisi yokuthi uthatha abantu osebenza nabo umenze umngani umuntu kanti uzifaka enkingeni. I'll never forget her words and she was right...

  • @MzondoThandazile

    @MzondoThandazile

    3 ай бұрын

    Mina ngaphuma ebanganeni sengine kweletu ezidlula umholo ngingalali ngisho ebusuku ngatshela ukuthi angisitshele ngaphinde ngingeneke kalula

  • @sips3896

    @sips3896

    3 ай бұрын

    @@MzondoThandazile wazisiza waphuma kuleyonto🙏

  • @user-qb5qo9be5n

    @user-qb5qo9be5n

    3 ай бұрын

    Mamkhulu ngaze ngakuthathanda masukhuluma ngohulumeni wase SA nemikhuba yakhe uqinisile kunjenjenje kulelilizwe yimikhuba kahulumeni esinaye.

  • @thabanimapumulo6499

    @thabanimapumulo6499

    3 ай бұрын

    ​@@MzondoThandazile9

  • @ThembinkosiSibisi-gq8gr
    @ThembinkosiSibisi-gq8gr3 ай бұрын

    Sawubona Professor sicela usi shootele imaskhandi one day siybone ukuthi yindawo enjani🙏🏿

  • @brotherb5076

    @brotherb5076

    3 ай бұрын

    Liyabhubha lapho abafwe2 abagcwele kuleyondawo

  • @samkelisiwenkosi7120

    @samkelisiwenkosi7120

    3 ай бұрын

    @@brotherb5076 is it under the bridge as if going to the South Coast- I once saw lots of pharas under such a bridge

  • @ollieolzvlog

    @ollieolzvlog

    3 ай бұрын

    Seconded mfethu nami ngiyafisa ukuyibona since ngingasekho e South Africa ukuthi yindawo enjani 🙏🙏

  • @thabisilebalisa2018

    @thabisilebalisa2018

    3 ай бұрын

    Akukhona between dalbridge station and Berea station 🤔?

  • @Godongwane

    @Godongwane

    3 ай бұрын

    Who is the Boss of that Maskand or Maskari Maskandi

  • @user-wt5qu4ut6s
    @user-wt5qu4ut6s3 ай бұрын

    Siyathobeka kakhulu mnewethu prof yithi abendlamhlathi kamayekisa sibonge kakhulu mnewethu ngalesiqephu sanamhlanje kade sayigcina le gender ❤❤❤❤❤

  • @maxwellmthembu25
    @maxwellmthembu253 ай бұрын

    I believe in this channel kusele kancane ngizoDonater🙏🏻

  • @sbongisenicebekhulu

    @sbongisenicebekhulu

    3 ай бұрын

    Cela ube uDonate ngoR20 okwamanje sisi mekhona amandla😊

  • @ziphezinhlendovu5198
    @ziphezinhlendovu51983 ай бұрын

    Ngithanda iqiniso lakhe u maOledi❤

  • @nontsindisonzimande9774
    @nontsindisonzimande97743 ай бұрын

    This lady is so broken, she really needs therapy to heal. I hope she will receive help.

  • @thandekaduma2036
    @thandekaduma20363 ай бұрын

    Ngaze ngayithanda inkulumo yokuthi ukube uPresident ukube akayifuni iWhoonga engabe ayikho.

  • @nokthulakamgabhi891
    @nokthulakamgabhi8913 ай бұрын

    When she says "Plus ngihloniphekile" 😂😂😂😂😂😂

  • @nokuthulacumbula1502

    @nokuthulacumbula1502

    3 ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @apandbobs8931

    @apandbobs8931

    Ай бұрын

    😅😅😅😅😅

  • @bongumusabuthelezi7952
    @bongumusabuthelezi79523 ай бұрын

    even umdala kangaka usakhala ngokuthi akanabazali, somehow kmele sithathe resposibilities ngezimpilo zethu ngoba ayikho phela lento

  • @katmatlou

    @katmatlou

    3 ай бұрын

    Feeling sorry for yourself is the biggest grave one can dig for themselves. We all have wounds that we live with but choose to forgive the past and accept our circumstances circumstances whilst finding a way to forge a different life.

  • @siyacallyzulu6948

    @siyacallyzulu6948

    3 ай бұрын

    Eish 😢

  • @mbalimabaso9485

    @mbalimabaso9485

    15 күн бұрын

    That is so insentitive kodwa, mumdala akufanele ukhale🤔

  • @siphomogale779
    @siphomogale7793 ай бұрын

    Eish kunzima old people in the streets 😢😢😢

  • @MbaliMvubu
    @MbaliMvubu3 ай бұрын

    Aw Thuli dadewethu Koda Mtaka baba😭Syakuthanda uphi ubhuti Nhlanhla buyelan ekhaya Sis Thuli

  • @sbongisenicebekhulu

    @sbongisenicebekhulu

    3 ай бұрын

    Cela uzame sisi imizamo nibalande makungenzeka

  • @MbaliMvubu

    @MbaliMvubu

    3 ай бұрын

    Yebo sokwenzanjalo inkinga ungabalanda bathembise baphinde khona,lezikhokho ziyazibuyela mase befuna kuhamba bayahamba futh

  • @user-wi4gc7tt5o
    @user-wi4gc7tt5o3 ай бұрын

    Ngaze ngaythanda inkulum iyakha kakhulu ezinganeni ezingaka bhemi ngicela mamkhulu uzimisele kuzolunga ❤❤❤😅

  • @lovenessnxumalo6930
    @lovenessnxumalo69303 ай бұрын

    What a sad story 😥 hmmm impilo inzima sengathi ungatholusizo ushiyeleyompilo oyiphilayo Sisi

  • @GhostZN24
    @GhostZN243 ай бұрын

    uSbari uright angimsoli mina🙏🏾

  • @user-nz5bf4pq3o
    @user-nz5bf4pq3o3 ай бұрын

    MP 📺 syabonga kakhulu sengathi umama angasizakala njengoba eshukuthi ababuya la sebesizakele kucacilukuthi izmpilo zabantu zizoshontsha nohulumeni sengathi angafakisandla alekelele ngoba yena uhlulekile yini esinibona niza nomsebenzi omuhle

  • @simthembilengwenya756
    @simthembilengwenya7563 ай бұрын

    1 Peter 5:8 Be sober, be vigilant, because your adversary the devil, is roaring like a lion, looking for whom he may devour.... Angibajaji sham mhlampe ngabe yim kwazban, ngibonga umusa kaJehova ngoba kunzima lamhlabeni kakhulu kithi sizwe esimnyama... Yes sometimes usuke kuwubudedengu bethu kodwa umuntu Akalahlwa... Asigade sibheke njalo sicashe kuJehova ngoba ikusasa alaziwa... Sengath angasizakala u Nkulunkulu akusize kuphume kulegibhithe owazifaka kulo.... Kukhona ongakwenza ukuziphilisa ngaphandle kwalendlela emnyama

  • @zikhonamfeka-hn9ic
    @zikhonamfeka-hn9ic3 ай бұрын

    Syabonga Prof kade sawagcina ama females😢😢😢

  • @kamaveetv
    @kamaveetv3 ай бұрын

    Proff this one is so emotional ngicabanga mangibuka lomama ngicabanga umazali wami ngizwe kufika izinyembezi yazi ngancono ukube anyibonanga lena Uqhubeke Prof muhle umsebenzi wakho ungapheli amandla 🙏🙏

  • @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up
    @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up3 ай бұрын

    Ngiyfisa mamkhulu aluthole usizo bakithi yazi ukubona umuntu ekhala 😭kunzima kulomhlaba

  • @BongiweMdlalose-vl5qk
    @BongiweMdlalose-vl5qk3 ай бұрын

    Kushuthi kodwa lama foreigner yiwo amosha istart 🥲😔

  • @noxololusenga641
    @noxololusenga6413 ай бұрын

    Ahhh kona Siyabonga professor ❤️Uyasisiza

  • @lindiswatyokela2951
    @lindiswatyokela2951Ай бұрын

    This page has given me more insight kulendaba yeeydakamizwa, its very informative

  • @mrveeentertainment5773
    @mrveeentertainment57733 ай бұрын

    The best so far I can relate to her dank gogo

  • @MpumeTembe
    @MpumeTembe3 ай бұрын

    Ai cc wabantu musa ukvika ngabazali kwawena umzali nj

  • @bongythwala9840
    @bongythwala98403 ай бұрын

    😂😂😂awu madoda sathola eynkulu namhlanje

  • @user-ej9ol6dx4m

    @user-ej9ol6dx4m

    3 ай бұрын

    Ibuhlungu indaba Kasisi yanga thixo angamenza kahle aphume kulempilo

  • @Phumzie_dladla
    @Phumzie_dladla3 ай бұрын

    Thank you Razzo for this episode

  • @LLanga-ie4tv
    @LLanga-ie4tv3 ай бұрын

    Thank you so much for this episode ❤️❤️❤️❤️

  • @sandysikhakhane9558
    @sandysikhakhane95583 ай бұрын

    Isiphumile esandleni lendaba ye wunga uma sesinezalukazi zayo 😢.Ngenelela Nkosi 🙏

  • @user-nx2tv1nt1x

    @user-nx2tv1nt1x

    2 ай бұрын

    Kodwa unghlekiselani ,isono

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa39543 ай бұрын

    Thanks!

  • @user-hq6lg2vh3m
    @user-hq6lg2vh3m3 ай бұрын

    Saze sabuhlungu stori sika dade wethu at the same time she’s a good storyteller ❤❤

  • @BONGIEMATHEBULA
    @BONGIEMATHEBULA3 ай бұрын

    God bless you my king. I have been watching all these interviews since yesterday morning , but this lady story touch me ...hope she will find help ,and wonder if the ANC is aware off this podcast

  • @user-hq6lg2vh3m
    @user-hq6lg2vh3m3 ай бұрын

    Ngabe ngimthanda mamkhulu❤️❤️❤️❤️❤️

  • @noxololusenga641
    @noxololusenga6413 ай бұрын

    😂😂😂😂Mara yena uxoxa mnandi

  • @user-fj6uc2kv2f
    @user-fj6uc2kv2f3 ай бұрын

    Labantu bewunga bafuna isandla sensimbi engathi ungamhlalisa emakhaya bese uyamgada emshumayeze nsuku zonke angayeka umcishe amalungelo angagoba

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe45073 ай бұрын

    Present My Buti ❤️🙌

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi3 ай бұрын

    Phakathi inside angithi "yaybo lonto " ❤❤❤😂 first comment

  • @bongythwala9840

    @bongythwala9840

    3 ай бұрын

    No am the first on ,we are twins

  • @user-uj8bx4dl5l
    @user-uj8bx4dl5l3 ай бұрын

    Ukungab nabazali sekwihawu abavika ngalo

  • @user-bj5cb9dw7x

    @user-bj5cb9dw7x

    3 ай бұрын

    Kakhulu shmmmm kanti sibaningi nje esingenabo abazali kodwa asizange nje siyibheme iwonger ,

  • @NosiphoMncube-jm7yd
    @NosiphoMncube-jm7yd3 ай бұрын

    “Ngaqale ngahamb emini ngangathengwa” 😂😂😩

  • @himselfsa5063

    @himselfsa5063

    Ай бұрын

    Ngangiyovele ngiyeke ngalolosuku 😆 🤣 😂 😹

  • @phumzilekhuzwayo4656
    @phumzilekhuzwayo465628 күн бұрын

    Hlangana Zulu, yabona professor well-done, your program is very helpful but you need more help,Wena no Xolani wesi"zokuthola" moja love 157,nithi anibe into eyodwa, uXolani uyashanela Wena uyakorobha, yabona mengabanjiswana, kunqotshwe abadayisi bezidakamizwa,zonkizinto zingalunga

  • @Shangase9shuku
    @Shangase9shuku3 ай бұрын

    Kuthiwa owayedayisa not odayisa ngomzimba niyezwa nina

  • @GiftMpinda
    @GiftMpinda3 ай бұрын

    Uyayibo leyonto ❤️💯

  • @sonwabosobs4938
    @sonwabosobs49383 ай бұрын

    Uqinisile usisi nam ipara uma ngilibona ngifuna ngenduku bangiqeda labobantu yhoooo ngiyabazonda

  • @sbonisomngadi694
    @sbonisomngadi6943 ай бұрын

    Wunga isilibulele izwekemanje ai sekunzima

  • @zeldahngubane69
    @zeldahngubane693 ай бұрын

    Lamaphara akini😢

  • @user-kp5or1rl8m
    @user-kp5or1rl8m3 ай бұрын

    😢😢kwaze kwanzima ezweni

  • @nokuthulacumbula1502
    @nokuthulacumbula15023 ай бұрын

    Haaaibo kanti nabantu abadala bagaxele kulombulalazwe? 😢😢 Nkosi ngenelela manje safa saphela is izwe Baba 😢😢😢

  • @Mageba_Caffery
    @Mageba_Caffery3 ай бұрын

    Uyonke indawo ugogo. Angmuzwa kahle mina engathithi ucinga yonke into engenza athole uzwelo. Bese Kuba iynyembezi zengwenya ke

  • @preciousnene3446
    @preciousnene34463 ай бұрын

    Ibeshaywa ubani and why? Please ask her Professor

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya58663 ай бұрын

    Kodwa nkosi yami angehluleli ngenelela thixo😢😢😢😢

  • @tricialuh2578
    @tricialuh25783 ай бұрын

    Mdala yena lo love for lempilo bakithi

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza30563 ай бұрын

    Indlondlo yamaphara😂😢😢

  • @bongekambatha5753

    @bongekambatha5753

    3 ай бұрын

    😂😂😂😂ch kodw angihlek ngihlek lento oyishoyo kubuhlungu bakith ei😢😢

  • @thubalenkosimbuyazi-mz5xk
    @thubalenkosimbuyazi-mz5xk3 ай бұрын

    Kodwa Gogo bakithi wake wazifakaza ezinkingeni 😢😢😂😂😂😂uyahlekisa Gogo

  • @lindih111
    @lindih1113 ай бұрын

    Athi uProfesor uyakusiza nanoma ekurobha 😅...

  • @innocentnkosi6239
    @innocentnkosi62393 ай бұрын

    Professor uyi sosha mfowe2 ku bheka umama omdala akhala 😢😢 nami nginga khala naye ku maye ngibhlung

  • @user-jy2do4hi8d
    @user-jy2do4hi8d3 ай бұрын

    Why i government makuna bantu aba lwisa ama drugs yona ibe against siya baqela abanikeze abantu balwe nama drugs than this

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli33843 ай бұрын

    😂😂 Something ini😂 Aiibo bakhalelan labant😂😂😂 Aii cha akhon bo Lama Boyfriend ayebabulala uyaz

  • @nompumelelodhlomo1917
    @nompumelelodhlomo19173 ай бұрын

    Hhai ke today kufike uhodoba🤣🤣🤣🤣😩😩

  • @ameliasmommyshazi7585
    @ameliasmommyshazi75853 ай бұрын

    Lapho ngyamaz ubhuti wakhe unhlanhla abala ngasekhaya ka Q u cc kodwa angmaz unhlanhla wayewumngan nobhuti wam osashona 😢

  • @andileshandu3325
    @andileshandu33253 ай бұрын

    Sekukhona isalukazi zama phara😭

  • @sandysikhakhane9558
    @sandysikhakhane95583 ай бұрын

    Uphila emhlabeni wakhe yedwa bakithi 😂

  • @user-iq9qf1zh6f
    @user-iq9qf1zh6f3 ай бұрын

    😂😂😂😂Usbari khathele amaphara kod ngavakashisa izngan emaphareni akasemdalake Jesu uthixo akangenelele

  • @user-nx2tv1nt1x
    @user-nx2tv1nt1x2 ай бұрын

    Washo omunye kuloluhlela ethi ama Tanzania ayingozi kulokhu kuthiwa nigeria kuphela

  • @mphoe6631
    @mphoe66312 ай бұрын

    Uhlalaphi u arosta😊

  • @DanisileNkosi-fm6rn
    @DanisileNkosi-fm6rn2 ай бұрын

    Ei siyabonga mamkhulu ngathi ungaluthola usizo 😢

  • @siphesihlegoodwillmbonambi7513
    @siphesihlegoodwillmbonambi75133 ай бұрын

    Sesingaphakathi thina noma usungavala😅

  • @user-nh1gt2zy3f
    @user-nh1gt2zy3f3 ай бұрын

    Haybo kwanzima size simbone umamkhulu Nkosi ngenelela

  • @user-gt9hd5vx9k
    @user-gt9hd5vx9k3 ай бұрын

    Bantu bàkithi ngeke sidlale abantu abahalayo ngoba mina ngangino sisi wami she was doing every thing in her life life thats was her decingine we lost our parents but we didnt follow her decigine just because thats was her since our parents were mo more i dont want to lie to you guys she was very supportive to us but all of us we never get attempted to her life because she chose her life they mustnt and said i saw my sister doing these than i followed her thats lies today i retired im living a good life at home she passed on we still misses her her because she support us

  • @sukumackenzie8054

    @sukumackenzie8054

    24 күн бұрын

    Why not just write in your language so we can understand your comment ngoba hayi😮

  • @juanitadlamini5784
    @juanitadlamini57843 ай бұрын

    Oh nkosi yami 😢

  • @ThandoMkhize-kx1xl
    @ThandoMkhize-kx1xlАй бұрын

    Hybo😳😳South Africa whats happening??

  • @user-ei8ng2ui9x
    @user-ei8ng2ui9x3 ай бұрын

    Nkosyam Mah bakith ngaze ngabuhlungu💔🥺

  • @sisterashericharmaine1602
    @sisterashericharmaine16023 ай бұрын

    Mamkhulu💚💛❤👊👊

  • @user-sm9uv7vl6x
    @user-sm9uv7vl6x3 ай бұрын

    Blazi ngihloniphekile😂😂

  • @himselfsa5063
    @himselfsa5063Ай бұрын

    Sibuhlungu le story uyacabanga usisi wakho edeyisa ngomzimba ukuze udle wena bhuti wakhe

  • @nomgcobonjoli1852
    @nomgcobonjoli18523 ай бұрын

    😭😭😭😭 Moyoyingcwele ngenelela oh yhini Thixo umama wabantu.

  • @zethuxabanisa3252

    @zethuxabanisa3252

    3 ай бұрын

    Yhuu ndava ubuhlungu entliziyweni nkosi yam

  • @QuestAfricaClinicalLabs
    @QuestAfricaClinicalLabs3 ай бұрын

    Plus ngihloniphekile😮‍💨

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo76492 ай бұрын

    😇😇😇

  • @gabisilemkhize1070
    @gabisilemkhize10703 ай бұрын

    Tjooo Tanzanians😩💔 Ngath ungathola usizo sis bakithi.

  • @AyandaDlamini-bw7pz
    @AyandaDlamini-bw7pz3 ай бұрын

    Eish kunzima lamhlabeni😢

  • @user-jy2do4hi8d
    @user-jy2do4hi8d3 ай бұрын

    Professor ebuhlungu indaba yalo mama just imagine ubhuti e phekelela u sisi wakhe eku dayiseni ngo mzimba ngiya fisa lama episode u mongameli awabone maybe anga thatha isiqathula sabantu aba dayisa ama drugs because kikho konke ubangela ama drug dealers, please i South Africa yekelani u sizokthola xolani alwise ama drug dealers please

  • @NtombiZulu-rh3fu
    @NtombiZulu-rh3fu3 ай бұрын

    Koda ngizolokhu ngibuzile leMaskandi ngoba iyaziwa ayifakwa ngan umlilo

  • @luluntlangulela8407

    @luluntlangulela8407

    3 ай бұрын

    Iyoze ifakwe umlilo uphi Bheki😮 Cele nethimba lakhe?

  • @zanelezungu2404

    @zanelezungu2404

    3 ай бұрын

    That's the comment I was looking for

  • @user-wt4wl9yl8q

    @user-wt4wl9yl8q

    3 ай бұрын

    Ike yafakwa something like iBomb babaleka but babuyela cz leyandawo ingaphansi kweBridge

  • @apandbobs8931
    @apandbobs8931Ай бұрын

    If the government didn't want drugs,we wouldn't have drugs in this country!!! I also blame them Mamkhulu😭

  • @noxololusenga641
    @noxololusenga6413 ай бұрын

    Yho ngaze ngathuka umama wekhaya lo😳😩

  • @zinhlenjapha6926
    @zinhlenjapha69263 ай бұрын

    Zange ngalbona ipara lamama🙌😳😳😳😳😳

  • @noxololusenga641
    @noxololusenga6413 ай бұрын

    Kubuhlungu man💔

  • @user-hi4zz2rk9y
    @user-hi4zz2rk9yАй бұрын

    Emuhle njalo ujehova engahlulwa lutho kuzonqobeka zonke lezidakamizwa

  • @NompumeleloNgobeni-zw7np
    @NompumeleloNgobeni-zw7np3 ай бұрын

    Impilo idzima langaphadle kwaze kwazwela kwalo cc😢

  • @danniesmoyo966
    @danniesmoyo9663 ай бұрын

    Aaaaaay kunzima baf2 emhlabeni kankulunkulu

  • @DanisileNkosi-fm6rn
    @DanisileNkosi-fm6rn2 ай бұрын

    Ngizwa ubuhlungu mase ukhala kuyasho nje ukuthi awusayifuni lento ,,,ngyacela nimsize 😢

  • @MamaYasin
    @MamaYasin3 ай бұрын

    😂 Shintsha ngeke umdala ukuth ungafela ewungeni

  • @sabithasithole7930
    @sabithasithole79303 ай бұрын

    Hauw ngaze ngabuhlungu ngoSlenda😔

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana2203 ай бұрын

    Hayi bo isalukazi esidala kangaka engabe izingane babazukulu benze njani uwudayisela bani kona lomzimba yhooooooo Yhooooooo Yhooooooo amadoda ayimahlaya hayi bo aze ashaywe for ukuntshontsha😢😢😢😢😢😢😢

  • @user-fq8ve5sx9i

    @user-fq8ve5sx9i

    3 ай бұрын

    Ngangigcine kuthiwa asi judge kule page...hlampe sekwashintsha-ke

  • @thembi221
    @thembi2213 ай бұрын

    Ngaze ngamuthada momkhulu

  • @TholakeleCikwayo
    @TholakeleCikwayo3 ай бұрын

    Ngiyafisa ukubona Maskhandi💔💔

  • @sonwabosobs4938
    @sonwabosobs49383 ай бұрын

    Professor unangaphi usisi iminyaka???

  • @gabisilengwenya-mu7gi

    @gabisilengwenya-mu7gi

    3 ай бұрын

    Nami ngiyafuna ukwazi

  • @user-ux2nw5qy9x
    @user-ux2nw5qy9x3 ай бұрын

    Lomuntu omdala kangaka usafuna uMa nobaba uhlulwanje ukuziphilisa asebenze Ayingeke Mina ngzonijaja shem ukuthi anifuni ukusala ezintweni wawubhema ubhemaninje umdala kangaka sekufanele ke thina silokhu sidabukelana nawe ngomubhemo nje ghaa kunezinto ezibalulekile ezimbi lemhlabeni ekufanele engabe si uthenda zona kunqunywa abantu kudutshulwa abantu bephucwa izintozabo kudlwengulwa ingane nogogo babulawe wena uzosi understendisa indaba yakho yokuba umdlwembe umdala ghaa

  • @SpheleleMnguni-ne5nq

    @SpheleleMnguni-ne5nq

    3 ай бұрын

    Loluhlelo uyachaza kahle kodwa proff.. UKUTHI AKUSILO IHLELO LOKUHLULELA UMUNTU NOMBONO WAKHO UYKHOMBA UKWEHLULELA

  • @thandyzwane3206

    @thandyzwane3206

    3 ай бұрын

    Hayi mfethu akaqambi amanga lomama usathane, ukhona nawe, ukhuluma kanje usathane ngkungena nje, ufuna imithandazo lomama, ngizokumeka emkhulekweni an ujesu ukhona

  • @user-nx2tv1nt1x
    @user-nx2tv1nt1x2 ай бұрын

    Unemyaka emngaki kodwa uMamkhulu ngyamthanda

  • @yimina_uqobo
    @yimina_uqoboАй бұрын

    "plus ngihloniphekile"

  • @nonhlanhlangcobo3030
    @nonhlanhlangcobo3030Ай бұрын

    😂😂bashaywe uArosta uhlalaphi?😅

Келесі