Buka "Ngahlala nengane esiswini🤰 2 days isishonile💔😭" lwaze lwabuhlungu udaba lwa Ntokozo Gwala

Ойын-сауық

Пікірлер: 55

  • @mvula336
    @mvula336 Жыл бұрын

    Le angikhoni nokuyilalela ngihamba nengane eshonile manje sikhuluma I was told ba it must vanish itself on my body.Last year i stayed a month neshonile esiswini.I can't listen kule kodwa I believe someday God would give me strength ngiqinise abanye omama because I believe everything works for our good uNkulunkulu can't be a malicious God😔

  • @user-mg7lx3jm2j
    @user-mg7lx3jm2j Жыл бұрын

    Nami yabonga sisi ngale testimony thina nje esibona impilo engathi uwena kuphela umuntu ohlupheka

  • @BuyiMasiteng-lr3gr
    @BuyiMasiteng-lr3gr Жыл бұрын

    mm kwaze kwanzima bantu basemzini nizwisa omakoti ubuhlungu phezu kobuhlungu kodwa ngoba uyamazi unkulunkulu amen

  • @modiehisusan9880
    @modiehisusan9880 Жыл бұрын

    uThixo akomeleze sisiwam uqine uthembe yena yedwa sis Ntonkozo l love you kakhulu magwala ❤❤sisi zanele inkosi iniphathe ngenceba sisi......

  • @zabilengidi2045
    @zabilengidi2045 Жыл бұрын

    15:27

  • @nonkululekosindisiwe3063
    @nonkululekosindisiwe3063 Жыл бұрын

    😭mamuGwala ngibonga amazwi akho asqinisayo endleni kuthi noma sihlangabezana nezinkinga kodwa sazi UNkulunkulu ukhona and uzosidlulusa kuzo.

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Жыл бұрын

    Kwanzima Nkosi cc odlule kukho😭😭😭😭😭😭uNkulunkulu akuqinise njalo...kabuhlungu ngoba iskakhulu makushone umkhwenyana kusolwa umuntu wakhe okungamakhosikazi kodwa makushone umakoti awabi makhulu amathuba okusola umkhwenyana wakhe...ncese Dadewethu...uyimbokodwe kodwa eqine ngempela Dadewethu ❤ngaze ngabuzwa ubuhlungu nkosi😢😢😢😢😢😢

  • @nokulungazondi3358
    @nokulungazondi3358 Жыл бұрын

    Phephisa dadewethu injalo impilo uke ulahlwe abantu obukade ubethemba ubathanda kodwa umhlengi wakho uhlala enawe🙏🙏🙌

  • @nombulelozulu602
    @nombulelozulu602 Жыл бұрын

    Ulidwala Lethu uNkulunkulu mama. Nale iyadlula. Ubuhlungu bakho ndiyabuva❤❤❤

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo6819 Жыл бұрын

    Kwesinye isikhathi Cc ibuhlungu infando kaNkulunkulu kodwa konke kuzodlula ubufakazi bakho buzosiza omunye

  • @nonkululekozikalala5322
    @nonkululekozikalala5322 Жыл бұрын

    Nkosi yami 😂😂😂angikaze ngikhale kanje kubuye konke indaba yalo cc ifana neyami eyi Nkosi yami kubuhlungu ngangithi ngeke ngiphile nami ngangithi Nkulunkulu ungilahlile😢😢😢😢 yaaaa cc kunzima

  • @user-nj6tz4xm1k
    @user-nj6tz4xm1k Жыл бұрын

    Zanele angisazi bantu obaletha kule show bayangibusisa

  • @Mrs_Jay
    @Mrs_Jay Жыл бұрын

    Mam Ntokozo Gwala, I love you so much. INkosi ikugcine

  • @mphodingiswayo3282
    @mphodingiswayo3282 Жыл бұрын

    The noise in the background is a bit too much

  • @RuthCZwane

    @RuthCZwane

    11 ай бұрын

    True it is irritating 😢

  • @makhosicele6616

    @makhosicele6616

    11 ай бұрын

    Kwabuhlungu Mama can relate odabeni lwengane😪

  • @user-np6yk1zz7i
    @user-np6yk1zz7i Жыл бұрын

    Ibhlungu ndaba yakho cc Nkulunkulu akpholise amanxeba phephisa ccy 😭😭😭

  • @user-hi8lv1zb9z
    @user-hi8lv1zb9z Жыл бұрын

    Hww kodwa jehova syabonga cc ukuthy uyakwaz ukuqina nj wethul istory sakho

  • @GloriaKapoko-tx7qy
    @GloriaKapoko-tx7qy Жыл бұрын

    😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔 can't hold my tears sorry cc

  • @JabuNdlovu-ci9od
    @JabuNdlovu-ci9od10 ай бұрын

    Ngiyakubongela cc wami nami ngibuya khona kuyafana nokwakho ngashonelwa umyeni wami ngazibona umhlaba ungiphelela nga jikwelwa wuwo wonke umuntu wasemzini kwathiwa ngimbulele kodwa ekugcine unkulunkulu wama kimi waveza owambulala khona egcekene asiqhubekeni sime naye ongabonwayo siyabonga cc sinethemba sizoma ngawe ❤❤❤❤ kakhulu

  • @Syamthembu5
    @Syamthembu5 Жыл бұрын

    Lwaze lwabuhlungu uhambo 💔😢😭 sibonge kuthi ekugcineni inkosi imsizile wabuye wajabula naye empilweni♥️🙏💯

  • @futhycynthox4672
    @futhycynthox467211 ай бұрын

    Sawubona cc Zanele ngiyayazi le pain ngashonelwa izingane at 7 months of pregnancy ingane ibivele ithule .kodwa ngama okholweni namhlanje nginengane uJehova wangipha 2019 muhle uJehova.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Жыл бұрын

    😢😢😢😢😢😢awu nkosi yam ncese sister kwasekufike iskhathi sakhe umyeni wakho.

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 Жыл бұрын

    Besukelwa abantu besfazane nkosyami

  • @user-nj6tz4xm1k
    @user-nj6tz4xm1k Жыл бұрын

    Yaze yamnandi ndaba yakho Ntokozo Ave ngifisa ukuthy kewuze ngapha Durban ube nexingxonxo ezakhayo enkulu kakhulu ukuxolela okwenza zinto zihambe kahle

  • @cynthiadunge6479

    @cynthiadunge6479

    11 ай бұрын

    Imnandi??? Ake slungise ulimi ibuhlungu

  • @NonhlanhlaZwane-jb8ot
    @NonhlanhlaZwane-jb8ot Жыл бұрын

    Greater is He MKHUKU UJehova uyimvuselelo kumina kakhulu.

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 Жыл бұрын

    Yoh yoh nkosyami 24 yrs ubuzwile ubunzima sisi wami yoh bbe 😭

  • @user-ms3mq4wd7m
    @user-ms3mq4wd7m11 ай бұрын

    Emuhle njalo unkulunkulu sibonga ukukhuthazwa wuwe sisi god bless you 🙏😢

  • @Lerato5326
    @Lerato5326 Жыл бұрын

    Ungipholisile nami sengizondlula ngiyezwa

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 Жыл бұрын

    Yoh yoh phephisa ssters kwahuhlungu kuyazwela dudu akukho okungndluli kuzondlula noma kunzima kangkanani 😰

  • @andiswadudeni3509
    @andiswadudeni3509 Жыл бұрын

    Woow God is good❤

  • @madephindile5927
    @madephindile5927 Жыл бұрын

    Kdwa ngo Marh bakit 😭😭😭💔💔💔💔

  • @simbongenjabulo4876
    @simbongenjabulo487611 ай бұрын

    Kunzima yayaz le pain yokuhamba nomntana esiswin kanti useshonile😢😢😢😢

  • @user-sn8vw7kv4h
    @user-sn8vw7kv4h8 ай бұрын

    UThixo cc ukuko konke empilweni yethu siyakubongela ngempumelelo hlala kuye enkosi

  • @user-jw1zw8ki4x
    @user-jw1zw8ki4x22 күн бұрын

    😢😢😢 yhooo yini Thixo wathula

  • @busisiwenomtyala6138
    @busisiwenomtyala613811 ай бұрын

    💔💔😭😭Yhoooo kwaze kwabuhlungu kodwa it is too much

  • @busikhubelihle8139
    @busikhubelihle81398 ай бұрын

    God bless you shuty nakimi kusengakhanya🙏😊🌞✨

  • @promisemashele4291
    @promisemashele42919 ай бұрын

    Ngalapheka ngaletesimony Its not for a first time ngiyizwa🙏 I'm glad finally I know her name because I lost the voice note

  • @thobilemnguni6002
    @thobilemnguni60028 ай бұрын

    Sorry 4 ur lost mama usemncane kodwa usudlule kokukhulu unkulunkulu abe nawe

  • @AndileMM608
    @AndileMM6089 ай бұрын

    “Tell your story from a point of victory “ 🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾

  • @mkhabolengayondodemnyama8418
    @mkhabolengayondodemnyama8418 Жыл бұрын

    Kunabantu abadlula ebunzimeni obushaqusikhanda ukuze ngelinyilanga bezoskhuthazisa nathi besnikithemba impela amaThongo akhona futhi asebenzela emfihlakalweni bese uMkhulu woMkhulu(uNkulunkulu) efakisgxivizo laphoke akukhonoyedwa ongaphikisa

  • @user-vo2qp6xj7p
    @user-vo2qp6xj7p9 ай бұрын

    Eish sisi sibuhlungu i story sakho uqine edolweni

  • @nokukhanyakubheka9687
    @nokukhanyakubheka9687 Жыл бұрын

    😢

  • @zoedeedles8178
    @zoedeedles817810 ай бұрын

    Sisi wam yena wahlala nengane yakhe for 3weeks esibhedlela waiting for usizo

  • @ntombisibanda7508
    @ntombisibanda7508 Жыл бұрын

    😢😢kwaze kwabuhlungu😢

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 Жыл бұрын

    God 😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @Bet409
    @Bet4099 ай бұрын

    Iyoooooh ngaze ngakhaka,koda nkos yami💔💔💔💔😭😭😭

  • @priscillantuli
    @priscillantuli9 ай бұрын

    Kwaze kwabuhlungu kodwa sibonguNkulunkulu okuqinisile engathi angugcina uNkulunkulu,Mina ngiseMaritzburg eMbali, from N,P, Ntuli

  • @lefasoxaba4197
    @lefasoxaba41979 ай бұрын

    Iyooooo Nkosiyami 😭😭😭😭😭😭

  • @user-ur1qr2ts9v
    @user-ur1qr2ts9v7 ай бұрын

    Yooh same story 😢😢

  • @janemthembu9086
    @janemthembu9086 Жыл бұрын

    😭😭😭💔

  • @NobuhleXulu
    @NobuhleXulu Жыл бұрын

    😢😮😮😮😢

  • @user-vb6rt5le9j
    @user-vb6rt5le9j7 ай бұрын

    I know her from entshukumeni revival. She is a powerful woman of God

  • @nosiphomntungwa625
    @nosiphomntungwa625 Жыл бұрын

    😢😢😢😢😢😢

Келесі