Bangixina ngesthembu ngaze ngabasola ngokuthwala | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP66

Ойын-сауық

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko

Пікірлер: 203

  • @proudlysa774
    @proudlysa774Ай бұрын

    "uma azi ukuthi yonke into ngiyicela kuye uzongiphuza inyongo" Wow Wow Wow! Clever gal,not depending endodeni but ufuna ukuqhubeka nemfundo azimele and akathathwa imali. Akusajwayelekile these days, abantu besfazane bathathwa imali nomshado bese eyagaxela. She's young but hs WISDOM 👌🏽👌🏽 Wabona nokuthi lomuntu uthwele So proud of her ❤❤❤

  • @user-ro3bt6wl3k

    @user-ro3bt6wl3k

    26 күн бұрын

    Ngaze ngakthanda wentombo uhlakaniphile ungathathwa imali

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    Yazi lo girl uhlakaniphile shem ngyamthanda. Uyazihlekisela nje futhi asho sakdlala but ukhuluma iqiniso lodwa❤️. I love her so much🥰.

  • @phill3308
    @phill3308Ай бұрын

    Waze wasxoxa kahle istory UMaZulu ❤❤😂ifilimu

  • @mahlengihlongwa8997
    @mahlengihlongwa899723 күн бұрын

    Kodwa sisi umbonge nkulunkulu ukuthi ukuphile umqondo namandla abanye babona imali bavumele noma yini uhlakaniphile ❤

  • @NomusaTony
    @NomusaTonyАй бұрын

    😅😂l love the girl nice story

  • @PurityN459
    @PurityN45926 күн бұрын

    😂 We oe ubuye nesinye Istori 🤣🤣🤣🤣 uthi uyavula kwi container kuvele kuphume umndeni onoboya! 😆😆😆 Uyalaleleka we oe ❤️❤️👌

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    The best story teller ever❤😊

  • @thuly462
    @thuly462Ай бұрын

    Akukhombisi ukuth isgameko lendaba oyixoxayo cc ngathi indaba ekujabulisayo nj😮😮

  • @lindiweduma7230

    @lindiweduma7230

    Ай бұрын

    nami nhibona kanjalo uyayithanda lento iyamjabulisa

  • @manahnojiyeza5863

    @manahnojiyeza5863

    Ай бұрын

    Sidlala ugeliswa nengqino

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    Akwona wonke umuntu othi mayexoxa isgameko akhombise usizi. But le ndaba iyazwakala nje ukuthi iyisigameko, lo girl has been through a lot ukuthi nje indlela adalwe ngayo uyaziqinela nje kodwa yena ukhuluma into esile uhlakaniphile futhi mina ngyamthanda shem and ngyambongela ukuthi akangenanga kulesithembu esidakiwe.

  • @HectorSelepe
    @HectorSelepeАй бұрын

    Woooooow nyombazane ngaze ngawuthanda umqondo wakho, kunokuvuma ukungena emshadweni kanti awukakulungeli... Cha u are a star... Ababangakhi abafana nawe.. Izidwedwe zivele zivume kodwa ebe azi kahle ukuth akakabi ready for umshado

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    Ngiyamthanda mina lo girl uhlakaniphile🥰

  • @HectorSelepe

    @HectorSelepe

    22 күн бұрын

    @@nelisiwethabethe9190 lol uhlakaniphele lomfana nje qha

  • @phelelentombela7731

    @phelelentombela7731

    7 күн бұрын

    Wazisiza cc isthembu udoti mina ngizalwa kuso ayikho into enhle ngaso

  • @nompumelelomnyandu2534
    @nompumelelomnyandu253427 күн бұрын

    Masqeda la ngzokushayela u 1😂😂😂😂 i like d way she tells her story

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    She’s a good story teller🥰. You never gets bored

  • @ThuliBGH
    @ThuliBGHАй бұрын

    😂I love this story, Ngicela abuye usisi nesinye istory

  • @NkanyisoKheswa

    @NkanyisoKheswa

    Ай бұрын

    😂😂😂

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    The best story teller❤😂

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe125429 күн бұрын

    Manje yin le eqhoshile ugaxe isbham yin umgilwa

  • @TalentZulu-jg1lj

    @TalentZulu-jg1lj

    25 күн бұрын

    Nam ngfisa ukwaz

  • @zanellesun1534

    @zanellesun1534

    21 күн бұрын

    Kade ngibuka nam lento le...

  • @vusibonginkosi9255

    @vusibonginkosi9255

    19 күн бұрын

    😂😂

  • @sithembhileconco1630

    @sithembhileconco1630

    7 күн бұрын

    Nami ngkunjalo ngilalele indaba kodwa amehlo ami abuka lokhu okuqhoshile, engabe kuyini😮😮😮

  • @ntombikayisenyathi4346
    @ntombikayisenyathi4346Ай бұрын

    Nice story nana bebefuna ukuthwala more ngawe

  • @nofikatikilili5
    @nofikatikilili518 күн бұрын

    😂😂😂😂😂 umndeni onoboya wooow 😂😂😂

  • @koslirntshaka8346
    @koslirntshaka8346Ай бұрын

    Kkkk waze wangihlekisa locc thle uthi uma lo enginaye engihlupha ngimphendula umkhovu abe igundane elingilandela imali😂😂😂😂😂am so addicted to this channel you❤

  • @Nozipho-bh5zd

    @Nozipho-bh5zd

    Ай бұрын

    😅😅😅😅😅😅

  • @siziwedhlamini3305

    @siziwedhlamini3305

    21 күн бұрын

    Ngaze ngakuthanda ngane yam😂😂😂❤

  • @jurymabaso4678
    @jurymabaso467829 күн бұрын

    Funny girl and good story teller next to STUFUZA 😂 ❤️ uyintokazi yakwenu MaZULU Danko

  • @onkerudah5619
    @onkerudah561926 күн бұрын

    Lmao . . . Stufuza is so enjoying the story here. Ave ezithanda kangaka izindaba 🤣

  • @NtobekoMthiyane-wr7hd
    @NtobekoMthiyane-wr7hdАй бұрын

    Ay lo sisi ukhulele erankin ngampela wakufunda ukugoloza 😂😂😂

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154Ай бұрын

    Ufuna mandla akho lowo we cc uzoceba ngawe wena ube yimbuzi yakhe

  • @ThamiMasuku-jx7ol
    @ThamiMasuku-jx7olАй бұрын

    Ola ola Stu,uzit....izolo ngase Bloemfontein nabo makhelwane😂bafana bafana... Watching from England 🏴󠁧󠁢󠁥󠁮󠁧󠁿

  • @nelisiwethabethe9190
    @nelisiwethabethe919022 күн бұрын

    Ngaze ngaythanda le ntombazane iyazihlekisela kamnandi lapho ukhuluma iqiniso lodwa😂❤️. Uhlakaniphile sisi ngyakbongela ukuthi awvumanga ukungena esthenjini especially esiphoqwayo aybo!

  • @yandisamdeni456
    @yandisamdeni456Ай бұрын

    Love you Stufuza,ungichaza mase uthi yiza nazo❤❤❤

  • @HappyBiscuits-uv2my

    @HappyBiscuits-uv2my

    25 күн бұрын

    Ngimuzwa kahle iza nazo

  • @JabuDladla-xz1ty
    @JabuDladla-xz1ty29 күн бұрын

    Ngizigcobele ibomvu, ngizifakele iphinifa.( Ngiyathanda lapho)

  • @user-or2xr7rk8m
    @user-or2xr7rk8m9 күн бұрын

    Soma zulu manje Amantombazane wena cc awunalo iqiniso Awusayena ukhanyo zwane manje sowu Amahle zulu zibukeleni guys lo cc kule channel ethi I have a crush on you

  • @kholiswamzayifani
    @kholiswamzayifani25 күн бұрын

    Ohhhh this gal is a good story teller I wish she can't stop talking, am glad that she wasn't blinded by money business and 4get about her stand, keep it up my angel

  • @ThokozaniDavid-wg6gw
    @ThokozaniDavid-wg6gwАй бұрын

    Interesting story 🔥🔥🔥 awusho ke cc yini lento engemvakwakho yingabe yisBhamu yini 🤔🤔🤔

  • @manahnojiyeza5863

    @manahnojiyeza5863

    Ай бұрын

    😂😂😂😂....akuhambi kahle esitezi la kugeliswa ....nemisheqezo...neqhoshiii leli eliqumbeeeqolo.....

  • @manahnojiyeza5863

    @manahnojiyeza5863

    Ай бұрын

    Is not ke manje lana?😂😂😂😂😂😂

  • @sibahleshange7580

    @sibahleshange7580

    29 күн бұрын

    😂😂😂

  • @nolz9912

    @nolz9912

    28 күн бұрын

    Microphone

  • @user-xc9sn1tu5e
    @user-xc9sn1tu5eАй бұрын

    Ngiyakuthanda cc indlela kokhuluma ngayo ungiqede sewuth ayke lo nginvathwala ngaye ngimenzele igudwane elingilandela imali aybandla😂😂😂

  • @user-ur1qr2ts9v
    @user-ur1qr2ts9vАй бұрын

    Wow ❤️ love the story

  • @vuyodominic1116
    @vuyodominic111624 күн бұрын

    Uyathandeka usisi, she's natural as they comes.❤ 💯

  • @ThandieDube-ps5ix
    @ThandieDube-ps5ix20 күн бұрын

    Wonke aMantbazane Aza lapho awembathi

  • @ListerNyoni-oi7xf
    @ListerNyoni-oi7xfАй бұрын

    Mina ngeke nkwazi ukuphila ngaphandle kwe show leyi😢😢

  • @NYANGA75

    @NYANGA75

    Ай бұрын

    😂😂kuphelidata

  • @Tvt582

    @Tvt582

    Ай бұрын

    Mm ngiyaybon lento enza loko

  • @portiamdlozini4367
    @portiamdlozini436723 күн бұрын

    Waze wathandeka uMakoti wabantu onenkani.. Uyazikhulumela wabalekela umndeni onoboya.. PART 2 PLEASE😂😂😂😂😂❤

  • @user-iq6rz7nz1b
    @user-iq6rz7nz1b29 күн бұрын

    Sbaleke ngeynyawo isthwalo love kubi le mnyango😅😅

  • @bluesky1685
    @bluesky16858 күн бұрын

    "ngigidela esgcawini, ngishayela amafolo"😂 ngaze ngamthanda losis... lobaba mokukuthi wayethwele ngampela, waye funa ukusecrifise ngawe izinto unkosikazi wakhe ekwakumele azenze. ufuna ukugcina isthandwa sakhe ngawe

  • @NkanyisoAfroSoul
    @NkanyisoAfroSoul6 күн бұрын

    Ubufresh bakho bamathanda sisi wami 😋 mmm❤

  • @nompilosibanda7269
    @nompilosibanda7269Ай бұрын

    Pearl wethu wesibili mqatshen Blaqlife plzzz❤

  • @nelisiwethabethe9190

    @nelisiwethabethe9190

    22 күн бұрын

    Yoooo yazi angaba the best presenter🥰🫠 I love her so much ❤😊

  • @THOLAKELEPEGGY
    @THOLAKELEPEGGY5 күн бұрын

    Akaze ngihleke kanje 😂😂😂😂 Engath engeza nesinye futhi I story

  • @mantoamakhalema7801
    @mantoamakhalema780117 күн бұрын

    😢😢😢u baba wengane yam naye ufana ncamashi na lobhuti naye unama taxi umuthi shembe uyawphatha shem nokungiklinya wakwenza kim nje

  • @akatony8434
    @akatony8434Ай бұрын

    Akasemhle usisi❤

  • @Siba_02
    @Siba_0221 күн бұрын

    I love you girl ❤️.. Usixoxa kamnandi ne story sakho 👌

  • @bonganininja7064
    @bonganininja7064Ай бұрын

    Is this Sufuza ❤ the return, woooow 😍😍

  • @user-tg5cv8xo9h
    @user-tg5cv8xo9h4 күн бұрын

    i know her from "you are my crush" e rejecter friend yakhe ebine crush kuye.🤣🤣😂😂😭😭😭😭

  • @skholiwegwala8544
    @skholiwegwala8544Ай бұрын

    Into esizoyikhala when Stufuza eyoteta nkosi yami... 😢😢😢

  • @tsakanimabunda4304
    @tsakanimabunda430426 күн бұрын

    Ngi ya k'thanda stufuzah. U ya thandeka nje sis wam and very good in this show

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230Ай бұрын

    Okusho ukuthi wawungamthandi wawuthanda imali yakhe sengathi angakulahla nalowo onaye. wayekuthanda shym good lucky gal

  • @thabilebhengu6179

    @thabilebhengu6179

    Ай бұрын

    Ngokuzwa kwami wayemthanda kodwa indlela enze ngayo izinto. Ay kwamina ayichazi😅😅

  • @thobekiledlamini

    @thobekiledlamini

    10 күн бұрын

    So bekumele ashade isthembu engafuni, hayi bo

  • @SiyethembaShezi
    @SiyethembaShezi29 күн бұрын

    Ngyabesaba ubufebe! Manje wena ucela izinwele ngapha nangapha and you are proud to share it publicly😮😮😮

  • @ConfusedHorseShoe-sx3cn

    @ConfusedHorseShoe-sx3cn

    27 күн бұрын

    Wena Yona ndawo yivileyo kulento ibithethwa pha or ufune uvayona?

  • @sindiswanyandana1423
    @sindiswanyandana1423Ай бұрын

    Ngithanda I vibe yakasisi😂😂

  • @amandakunene7270
    @amandakunene7270Ай бұрын

    First comment ❤

  • @SlibazisoNsingo
    @SlibazisoNsingo17 күн бұрын

    Kodwa ubekuthanda umnakwenu angazi uzondeni lemali ikhona kubaba😂😂😂😂

  • @mfanisenihlatshwayo8623
    @mfanisenihlatshwayo862329 күн бұрын

    Part 2 please nice story 😮😮😮

  • @CebileMajola
    @CebileMajola29 күн бұрын

  • @NtombizonkeMkhwanazi
    @NtombizonkeMkhwanaziАй бұрын

    Uyahlekisa weMaZulu🤣🤣🤣

  • @HappyBiscuits-uv2my

    @HappyBiscuits-uv2my

    25 күн бұрын

    Ndabezitha mageba Waze wangihlekisa

  • @lindenisikakane9906
    @lindenisikakane990626 күн бұрын

    Yaze yangchaza lengane❤😂

  • @ZULUGAMER365
    @ZULUGAMER365Ай бұрын

    "ISHUUUUU" STUFUZA USKRRR SKRRR🤣🤣🤣

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe125429 күн бұрын

    Stress-free is the name of the game

  • @user-fg8yk4jd8i
    @user-fg8yk4jd8i13 күн бұрын

    Ngiyathanda lapha eseyobophimbuzi intombazane

  • @user-nr9xc5db7r
    @user-nr9xc5db7r17 күн бұрын

    Simtandile ucc bakit...syalala ngensin...😂😂😂..plc call again😊

  • @ZinhlePrincessMthethwa-fo3gv
    @ZinhlePrincessMthethwa-fo3gv16 күн бұрын

    Okusho ukuthi mina engingezwa🤔 2020 no tik tok 🤨🤨

  • @LethiDlomo
    @LethiDlomoАй бұрын

    Inganekwane😮😮

  • @AndileNohaba
    @AndileNohaba25 күн бұрын

    I love the gal❤️❤️

  • @user-ho9fb4ys6h
    @user-ho9fb4ys6h29 күн бұрын

    Akabuye losis ... ngimthandile bandla ❤

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe125429 күн бұрын

    Ngath maningi ama final la

  • @user-nk5ix1um5c
    @user-nk5ix1um5c17 сағат бұрын

    Hhay bo locc Kade ekolunye uhlelo kwama crush sengyadideka ke manje.....Nani ngqbe nipusher content 😢😢😢😢

  • @monwabisitekete6190
    @monwabisitekete619029 күн бұрын

    Best story teller

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe125429 күн бұрын

    Cha isvakashi sethu siqale sangbora kodwa emva kokuqhubeka kweskhathi gagcina sengilthokozela uhlelo

  • @MandlanormanNxumalo
    @MandlanormanNxumaloАй бұрын

    Kahle kahle locc akusiye umuntu wokuthathwa, akanawo ama-qualities okuba umfazi.

  • @PamelaMagugu
    @PamelaMagugu20 күн бұрын

    Siyabhora esistory yhaaaz

  • @nandisantsevu3757
    @nandisantsevu375720 күн бұрын

    Movie 😮

  • @user-xu9my3yz2y
    @user-xu9my3yz2y26 күн бұрын

    😂😂😂😂😂😂❤❤ngaze ngamthand cc uyahlekisa

  • @WelcomeGinindza
    @WelcomeGinindza22 күн бұрын

    Nice story

  • @mfuphimabhungu2180
    @mfuphimabhungu2180Ай бұрын

    Iyakhuluma boh lengane

  • @Xolisilemadela-vm8dz

    @Xolisilemadela-vm8dz

    Ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @user-rc1gm1jp1f

    @user-rc1gm1jp1f

    Ай бұрын

    KaMnandi ke kodwa😂😂😂😂

  • @user-jt2hk9uz1e
    @user-jt2hk9uz1eАй бұрын

    Wahlakanipha gal

  • @Vezi864
    @Vezi864Ай бұрын

    Umuhle futhi uyafaneleka maZulu

  • @ConfusedHorseShoe-sx3cn
    @ConfusedHorseShoe-sx3cnАй бұрын

    😂😅😂 Waze wahlupha nawe ke gal uzothwala ngaye umenze igudana🤔

  • @phelelanizungu
    @phelelanizunguАй бұрын

    wakhahlela umendo

  • @jacquamine

    @jacquamine

    27 күн бұрын

    Exactly, bekathandwa.

  • @ThandoMagidigidi
    @ThandoMagidigidiАй бұрын

    😂😂😂😂but i think nanizophathan kahle emendwen nayr usisco shuth wayekuthanda😊

  • @CultureStreetFeed
    @CultureStreetFeedАй бұрын

    First comment that matters❤

  • @ZandisileMakwedinana
    @ZandisileMakwedinanaАй бұрын

    Senkingeni mazulu😂

  • @user-ig1uo1se5t
    @user-ig1uo1se5tАй бұрын

    Izanazo 😂😂😂😂

  • @pamellamsomi
    @pamellamsomi21 күн бұрын

    Onoboya😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @NombuleloToyana
    @NombuleloToyanaАй бұрын

    Hay unamanga wena💯

  • @monwabisitekete6190

    @monwabisitekete6190

    Ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @SphamandlaMjoli-jk6ox
    @SphamandlaMjoli-jk6ox16 күн бұрын

    Ngeke asabanayo usamdla izalo wamqeda bathwele phela labogay

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe870118 күн бұрын

    Yiza nazo

  • @lethiwengwenya3124
    @lethiwengwenya312420 күн бұрын

    Wow nkosyam 😂😂😂

  • @funzaniconstancendlovu9863
    @funzaniconstancendlovu98633 күн бұрын

    But the lady was on I have Crush on You recently

  • @nkosinathisibiya3706
    @nkosinathisibiya3706Ай бұрын

    Noke nife

  • @nombalimbewana1647
    @nombalimbewana164722 күн бұрын

    Uthwele babaz

  • @user-rl8jo6jo5p
    @user-rl8jo6jo5pАй бұрын

    Lo gal😂

  • @thandahmsomi3633
    @thandahmsomi3633Ай бұрын

    Umndeni onoboya😂😂

  • @NkosiAbel
    @NkosiAbel29 күн бұрын

    Heeee uzobanekinga wena

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q29 күн бұрын

    😂😂😂inyoni yaynyele ezandleni Sthuli Skandaba washaya umendo ngetshe

  • @BongaJack-is3nm
    @BongaJack-is3nmАй бұрын

    😂 baleka Nina nezithembu kwaZulu😂😂😂

  • @user-wb5ni1ug4j
    @user-wb5ni1ug4jАй бұрын

    Simnandi ke lestory

  • @HlengiweMseleku-nq7bd
    @HlengiweMseleku-nq7bd25 күн бұрын

    😂😂😂Ngisukuma nokuhleka kuphela😂

  • @lethiwendlovu9558
    @lethiwendlovu955828 күн бұрын

    Waze wangihlekisa wengane umndeni onoboya😂😂😂

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q29 күн бұрын

    Unothando ngawe

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q29 күн бұрын

    Mageba wawfuna thina iznsizwa zakwangoni south coast ngyayazi kakhulu nghlalile khona 3 years ngdriver amatexi

  • @ntsapokazimshumpela3859
    @ntsapokazimshumpela3859Ай бұрын

    Undeni onoboya 😂😂

  • @ThelmaMnisi-fk1ri
    @ThelmaMnisi-fk1ri22 күн бұрын

    NaJosefa wabakeka ngetinyawo totimbili watukmulela nawe bewuyongena kuletitja ngalelinye lilanga

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2eАй бұрын

    Lelothanga nami ngangimgeke ngikyeke

  • @monwabisitekete6190

    @monwabisitekete6190

    Ай бұрын

    😂😂😂😂😂

  • @thembindwandwe7187
    @thembindwandwe718729 күн бұрын

    Baleka Sisi ungabheki emuva,

  • @thulanintuli-lh9zp
    @thulanintuli-lh9zpАй бұрын

    Hlala kahle ntokazi ufihle amathanga nginoshukela mina

  • @samuelmbokazi2318

    @samuelmbokazi2318

    Ай бұрын

    Mphemba.

  • @monwabisitekete6190

    @monwabisitekete6190

    Ай бұрын

    Bengifuna le comment lol ...Mphemba 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @HappyBiscuits-uv2my

    @HappyBiscuits-uv2my

    25 күн бұрын

    Kkkkkkk

  • @phumimabanga962

    @phumimabanga962

    25 күн бұрын

    Mawunoshukela ukufihla amathanga ngeke kukusize ngalutho Godide😂🤣😂

  • @thulanintuli-lh9zp

    @thulanintuli-lh9zp

    25 күн бұрын

    @@phumimabanga962 😁😁😁😁

Келесі