Bagwetshwe 10yrs abebenza amatulo amabi ngo Nyazilezuli besondele kulo

Пікірлер: 17

  • @user-kp5ro2dd1t
    @user-kp5ro2dd1t5 күн бұрын

    Lomfana uZoso uyathanda ukusigubha izinhliziyo.... mfwethu sizama ukukholwa la sibuya eyndleleni ezimbi musa ukufuna ukusibuyisela emuva awphume eyndabeni zebandla lethu...scela unake uMaskandi uyeke lodoti owenza la please syakucela

  • @Khaya996
    @Khaya9968 күн бұрын

    𝗡𝗼𝗺𝗮 𝗸𝘂𝗻𝗴𝗮𝘁𝗵𝗶𝘄𝗮 𝗸𝘂𝗯𝗵𝗮𝗹𝘄𝗲 𝗸𝘄𝗶𝘀𝗼 𝗹𝗲𝘇𝘄𝗲 𝗻𝗱𝗼𝗱𝗮 𝗮𝘄𝘂𝗸𝘄𝗮𝘇 𝗸𝘂𝗯𝗶𝘇𝗮 𝗶𝗡𝗸𝗼𝘀𝗶 𝘆𝗲𝘁𝗵𝘂 𝗻𝗴𝗲𝗚𝗮𝗺𝗮. 𝗕𝗲𝗸𝘂𝗹𝘂𝗻𝗴𝗶𝗹𝗲 𝗻𝗷𝗲 𝗺𝘂𝘁𝗵𝗲 𝘂𝗡𝘆𝗮𝘇𝗶!!

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p9 күн бұрын

    Ngiyajabula mangabe begcine bexhoshiwe Siyibandla lasebuhleni sathunazeka kakhulu ngenxa yalabantu Ikakhulykazi eloNyazi UNyazi lunkulunkulu Akekho umuntu owake wathukwa kangaka Abantu baqhubeka bamlandela Imizamo yabo yahluleka Abasiyeke sizikhonzele uNyazi

  • @MvelisiNdunge
    @MvelisiNdunge9 күн бұрын

    King Zoso bhuti engingakuthandanga nje kule yile yokokuba ubize igama leNkosi elingabizwa ngisho nayiSilo mft. Next time bhuti woleqa uma ufunda okanye uli replace ngelithi iNkosi uNYAZI LWEZULU Leligama akulona elokukitaza izisini bhuti. Simxolele bafwethu kube kukuphazama

  • @Phumlani_Mncube

    @Phumlani_Mncube

    4 күн бұрын

    It's very sad yazi.

  • @mzinzuza7680
    @mzinzuza76803 күн бұрын

    WeZoso musa ukubiza inkosi ngegama

  • @LindelaniZondi
    @LindelaniZondi4 күн бұрын

    Musa ukubiza iNkosi ngegama please bhuti

  • @NhlanhlaZulu-du4pm
    @NhlanhlaZulu-du4pm9 күн бұрын

    Usuqala ukuphuma esandleni manje wena mfana

  • @jackiemavundla7204
    @jackiemavundla72048 күн бұрын

    Ungaboyibiza inkosi ngegama bhuty

  • @AYANDAMsani-vl2he
    @AYANDAMsani-vl2he4 күн бұрын

    Manje unesbindi sokbiza uShembe ngeGama???

  • @Phumlani_Mncube

    @Phumlani_Mncube

    4 күн бұрын

    💔 💔 💔 💔 Yazi ngiyadumala nami.

  • @mthethelelipremierleague8704
    @mthethelelipremierleague87049 күн бұрын

    uSungaze ubize iNkosi ngeGama ndoda...ubani ongazi ukuthi uNyazilwezulu ngubani....😢😢😢aiii ndoda bengithi unguMzulu futhi uyakwazi ukuhlonipha

  • @kingzosotv2965

    @kingzosotv2965

    9 күн бұрын

    Kubhalwe kwi Solezwe hamba uyobuza iSolezwe

  • @sabelosabelo6366

    @sabelosabelo6366

    9 күн бұрын

    @@kingzosotv2965 chaa zehlise bafo uvume uphazamile .awulona Wena isolezwe . Bathi customer always right

  • @mthobisinkomo7658

    @mthobisinkomo7658

    9 күн бұрын

    Akakhulimi ngeSolezwe kodwa ukhuluma ngawe futhi wena mfana uyingane kabi mina ngithi kuwe hlonipha kuphela kusho mina akusho ibandla lokhu ngikubhekisa kuwe njengensizwa engenza kubelula ukufika kuwe uma uzongiphendula ngokweyisa umuntu omdala akabizwa ngegama anginankinga nawe mfana buyela endleleni futhi khuzeka ngoba umncane​@@kingzosotv2965

  • @nkosinathimthembu3739
    @nkosinathimthembu37399 күн бұрын

    Lo omunye nalo omunye iyabheda intoyibhalayo ngathi uyalibal kuthi phela idata lethu leli

  • @Khaya996
    @Khaya9968 күн бұрын

    😂😂😂😂𝗮𝘄𝘂𝗸𝘄𝗮𝘇𝗶 𝗻𝗼𝗸𝘂𝗳𝘂𝗻𝗱𝗮 𝘂𝗻𝗷𝗮𝗹𝗼 𝗻𝗷𝗲